15.11.18

Ukuphatha KukaNkulunkulu Kuhlala Kuya Phambili



Best Gospel Music "Ukuphatha KukaNkulunkulu Kuhlala Kuya Phambili" (Zulu Subtitles) Lapho okhokho besintu, u-Adamu no-Eva, bekhohlakaliswa nguSathane, uNkulunkulu waqala ukuphatha Kwakhe insindiso yesintu. Kusuka kuleso sikhathi, usebenze ngokungaphezi: UNkulunkulu wamemezela imithetho yokuqondisa isintu, futhi wazifikela mathupha phakathi kwabantu ukuze abethelwe futhi ahlenge isintu, futhi ezinsukwini zokugcina, uNkulunkulu uqhuba umsebenzi Wakhe, egcwalisa iziphrofetho zeBhayibheli: “Ngiyonilungisela indawo.” (UJohane 14:2). “Ngiyeza masinyane; nomvuzo wami unami, ukunika wonke umuntu njengokomsebenzi wakhe” (IsAmbulo 22:12).

Awekho amazwana:

Thumela amazwana

Isexwayiso sikaNkulunkulu Sifinyelela kuBantu BaseNineve

(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ubu...