31.12.18
Umthelela ongenziwa ukwahlulela kukaNkulunkulu
Amahubo Ezwi LikaNkulunkulu "Umthelela ongenziwa ukwahlulela kukaNkulunkulu"
Umsebenzi kaNkulunkulu ekwahluleleni awuwona,
Amagama amabili namathathu, ukucacisa indalo yomuntu,
Kodw’uyembula, ukusebenza ngaye kancane kancane.
Le ndlela yokuphathwa ngeke iguqulwe ngamazwi nje,
Kodwa ngeqiniso, elidlul’ububanzi bomuntu.
Iwo lo msebenzi ofanele ukwahlulela;
Ilokhu kwahlulela okungenza umuntu
alalele uNkulunkulu ngaphakathi nangaphandle,
Bese efinyelel’ekumazini Yena.
Umsebenzi wokwahlulela wenza umuntu azi
ubuso bukaNkulunkulu,
Neqiniso lokuhlubuka kwakhe.
Umfundisa injongo yomsebenzi kaNkulunkulu
Nezimfihlakalo umuntu angaziqondi.
Kusiza ukuthi azi ngenkohlakalo abone nobubi bakhe.
Umsebenzi onje obiza ukwahlulela;
Ikho lokhu kwahlulela okungenza umuntu alalele uNkulunkulu ngaphakathi nangaphandle,
Bese efinyelela ekumazini Yena.
Lo mthelela womsebenzi kaNkulunkulu uvela ngomsebenzi wokwahlulela.
Ngokwempela, kumelwe ukuvula iqiniso, indlela, nokuphila kukaNkulunkulu
Kubo bonke abamkholwayo.
Usebenza kanjalo uNkulunkulu ekwahluleleni.
Iwo wodwa lo msebenzi obiza ukwahlulela;
Ikho lokho kwahlulela okungenza umuntu ukuba alalele uNkulunkulu ngaphakathi nangaphandle,
Bese efinyelela ekumazini Yena.
Umthombo: IBandla LikaNkulunkulu USomandla
Bhalisa ku:
Thumela amazwana (Atom)
Isexwayiso sikaNkulunkulu Sifinyelela kuBantu BaseNineve
(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ubu...
Awekho amazwana:
Thumela amazwana