"Uma abantu behlangana naMi, inhliziyo yaMi igcwala injabulo. Masinyane, Ngehlisela izibusiso ezisesandleni saMi kubantu, ukuze abantu baqale ukuba naMi, bangabi yizitha ezingangilaleli kodwa bakwazi ukusebenzisana naMi.
(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ubu...