Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Siyabonga uNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Siyabonga uNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

8.12.18

76. Ngingasiza Abanye Ngempela Ngokungena Ngokwami Eqinisweni Kuphela

UDu Fan    Esifundazweni SaseJiangsu
Muva nje, ibandla lalibambe ukhetho lokuqoka umholi omusha, kodwa umholi owengamele waphambana nezimiso zebandla, esebenzisa indlela yakhe yokwenza ukhetho.

29.1.18

Khona Lapha, Khona Manje, Siyahlangana

Amazwi kaNkulunkulu,Iqiniso,Indlela



1
Siyathandana, siwumndeni. Ah … ah …
Khona lapha, khona manje, siyahlangana;
kuhlangana abantu abathanda uNkulunkulu.
Ngaphandle kokuchema, sinamathelene,
injabulo nobumnandi kugcwalisa izinhliziyo zethu.
Izolo sishiye ihlazo nomuzwa wecala;
namuhla siqonda omunye nomunye,
sihlala othandweni lukaNkulunkulu.
Sindawonye, sijabule, sikhululekile enyameni.
Bafowethu, bodadewethu, thandanani; siwumndeni
Ngaphandle kokuchema, sinamathelene. Ah … ah …

Isexwayiso sikaNkulunkulu Sifinyelela kuBantu BaseNineve

(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ubu...