Ngokubuka ukwenza kanye nezenzo zenu ezimpilweni zenu, nonke nidinga ingxenye yamazwi nsuku zonke yokunihlinzeka nokunivuselela kabusha, ngoba nintula kakhulu, futhi ulwazi nekhono lenu lokwamukela lincane kakhulu. Ezimpilweni zenu zansuku zonke, niphila esimweni nasendaweni engenalo iqiniso nokuqonda okuyiko.
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukwazi intando kaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukwazi intando kaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
25.1.18
26.11.17
Kubaluleke Kakhulu Ukuqonda Isimo SikaNkulunkulu
Ziningi izinto enginethemba lokuthi nizozizuza. Nokho, izenzo zenu kanye nezimpilo zenu akuhlangabezani ngokuphelele nezidingo Zami, ngakho-ke kufanele ngiqonde ephuzwini nginichazele intando Yami. Ngenxa yokuthi ukuqonda kwenu kuphansi nokwazisa kwenu nakho kuphansi, cishe anisazi nhlobo isimo Sami kanye nobunjalo Bami, kuyinto ephuthumayo ukuthi nginazise ngalokhu.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)
Isexwayiso sikaNkulunkulu Sifinyelela kuBantu BaseNineve
(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ubu...