Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula umsebenzi wensindiso. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula umsebenzi wensindiso. Bonisa konke okuthunyelwe

14.11.18

UNkulunkulu Uza Emhlabeni Futhi Uba Ngumnikelo Wesono



South African Gospel Music "UNkulunkulu Uza Emhlabeni Futhi Uba Ngumnikelo Wesono" NgeNkathi Yomusa, iNkosi uJesu yafika phakathi kwabantu yase ibethelwa ngenxa yabo. Yakhulula umuntu ekuboshweni ngumthetho, futhi ngenxa yomnikelo wesono, isintu sathokozela uthando nobubele beNkosi…. Ukuza kweNkosi uJesu kwangenisa isintu enkathini entsha. Khona lapho, wenza ngcono ubudlelwane phakathi kukaNkulunkulu nomuntu, waphinda wavula isiqalo esisha, ukuqala kabusha komsebenzi kaNkulunkulu wokuphatha phakathi kwesintu.

20.4.18

Yini Oyaziyo Ngokukholwa?

      Kumuntu kukhona izwi lokukholwa elingenasiqiniseko, nokho umuntu akazi ukuthi yini eyakha ukukholwa, ingasaphathwa eyokuthi kungani enokholo. Umuntu uqonda okuyingcosana futhi umuntu ngokwakhe akanalwazi; umane abe nokukholwa Kimi ngokungacabangi nangokungabi nalwazi. 

4.2.18

Izwi Lamashumi Amane Nantathu

          Mhlawumbe kungenxa yemithetho yokuphatha Kwami ukuthi abantu “bawathandile” amazwi Ami. Ukuba abengabuswa yizinqumo Zami zokuphatha, wonke abezoba ngukukliwula okufana nokwezingwe eziqeda kuphazanyiswa. Nsuku zonke ngizulazula phezu kwamafu, ngibuka isintu esemboze umhlaba siphithizela, sibekelwe imikhawulo Yimi ngezinqumo Zami zokuphatha.

10.1.18

Imfihlakalo Yokuba Senyameni (4)

        Kufanele nazi ngendaba yangaphakathi nokwakheka kweBhayibheli. Lolu lwazi aluphathwa yilabo abangakawemukeli umsebenzi omusha kaNkulunkulu. Abazi. Bachazeleni lezi zindaba ezibalulekile, ngeke baziqhenye ngolwazi lwabo lweBhayibheli. Bahlala becubungula lokhu osekuphrofethiwe: Ingabe le nkulumo seyenzekile? Ingabe leya nkulumo seyenzekile? Ukwamukela kwabo ivangeli kungokuhambisana neBhayibheli; Bashumayela ivangeli ngokuvumelana neBhayibheli. Bancika emagameni eBhayibheli ukuze bakholwe kuNkulunkulu; ngaphandle kweBhayibheli, ngeke bakholwe kuNkulunkulu.

Isexwayiso sikaNkulunkulu Sifinyelela kuBantu BaseNineve

(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ubu...