Qaphelani isiphetho sesintu
- 1
- UNkulunkulu ukhuthaza izinhlanga zonke,
- amazwe kanye nezimboni:
- Zilale’iphimbo Lakhe zibon’umsebenzi Wakhe;
- zinak’isiphetho sesintu;
- zimenz’uNkulunkulu abe ongcwele,
- ophakeme kakhulu ohlonishwayo;
- zivumele isintu siphile esibusisweni sikaNkulunkulu,
- njengalokh’isizukulwane
- sika-Abraham saphil’esibusisweni sikaJehova,
- njengendalo kaNkulunkulu u-Adamu noEva baphil’engadini yase-Edeni
- II
- Umsebenzi kaNkulunkulu unjengamagagasi agubha kakhulu;
- akekho ongamgcina noma abophe izinyawo Zakhe.
- Ngokulalel’iphimbo Lakhe Balandele Yena
- izinyathelo Zakhe zilandeleke nezithembiso Zakhe zamukelwe.
- Bonke abanye bayobhekana nokubhujiswa bamukel’isijeziso esibafanele.
- UNkulunkulu ukhuthaza izinhlanga zonke, amazwe kanye nezimboni:
- Zilale’iphimbo Lakhe zibon’umsebenzi Wakhe;
- ziqaphel’isiphetho sesintu.
- Qaphelani isiphetho sesintu.
- kusuka Ezwini Elivela Lisenyameni
Awekho amazwana:
Thumela amazwana