Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Unyazi LwaseMpumalanga. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Unyazi LwaseMpumalanga. Bonisa konke okuthunyelwe
22.5.18
Ibika Ledokhumentari “Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke” | Ubufakazi Bamandla KaNkulunkulu
Throughout the vast universe, all celestial bodies move precisely within their own orbits. Under the heavens, mountains, rivers, and lakes all have their boundaries, and all creatures live and reproduce throughout the four seasons in accordance with the laws of life…. This is all so exquisitely designed—is there a Mighty One ruling and arranging all this? Since coming into this world crying we have begun playing different roles in life. We move from birth to old age to illness to death, we go between joy and sorrow…. Where does mankind really come from, and where will we really go? Who is ruling our fates? From ancient times to modern days, great nations have risen up, dynasties have come and gone, and countries and peoples have flourished and perished in the tides of history…. Just like the laws of nature, the laws of humanity's development contain infinite mysteries. Would you like to know the answers to them? The documentary The One Who Holds Sovereignty Over Everything will guide you to get to the root of this, to unveil all of these mysteries!
9.2.18
Umsebenzi Nokungena (4)
Uma umuntu engakwazi ngempela ukungena ngokuvumelana nomsebenzi kaMoya oNgcwele, ukuphila kwakhe kuyohluma ngokushesha njengamagatsha oqalo ngemva kwemvula yasentwasahlobo. Uma sibuka isimo samanje sabantu, akekho obheka ukuphila njengokubalulekile.
8.2.18
Umsebenzi Nokungena (2)
Umsebenzi kanye nokungena kwakho akukuhle neze; umuntu akagxili kakhulu emsebenzini futhi akukunaki nakakhulu ukungena. Umuntu akakubheki lokhu njengezifundo okufanele angene kuzo; ngakho-ke, kokungokomoya okwenzekayo, cishe konke umuntu akubonayo ukukhohlisa okungelona iqiniso.
6.2.18
Umsebenzi Nokungena (1)
Kusukela ngesikhathi abantu abaqala ngaso ukunyathela emgudwini ofanele wokuphila, kunezinto eziningi ezingakacaci. Basadunguza emswanini ngomsebenzi kaNkulunkulu, nangomsebenzi omningi okufanele bawenze.
26.1.18
Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu "Qaphelani isiphetho sesintu" | IBandla LikaNkulunkulu USomandla
Qaphelani isiphetho sesintu
- 1
- UNkulunkulu ukhuthaza izinhlanga zonke,
- amazwe kanye nezimboni:
- Zilale’iphimbo Lakhe zibon’umsebenzi Wakhe;
- zinak’isiphetho sesintu;
6.1.18
Izinga Lithuthukiselwa Ukuthola Insindiso kaNkulunkulu
UNkulunkulu USomandla uthi:
"Ukuthuthukisa izinga labantu kudinga ukuba nithuthukise ikhono lenu lokwamukela. Isidingo esiyisisekelo kinina ukuba namukele ngokucacile amazwi akhulunywe kinina. Ngabe akusiyo inkolo ehlangahlangene uma nilandela Mina ngaphandle kokuqonda engikushoyo? Izinga lenu liphansi kakhulu. Kungenxa yokuba aninalo ikhono lokwamukela ukuthi aniqondisisi nakancane lokhu okushiwoyo.
13.12.17
Los Angeles North Hollywood KaPow Intergalactic Film Festival Musical Xiaozhen's Story Wins Award
Xiaozhen's Story, a musical by The Church of Almighty God, has been the object of much attention and praise since its 2015 release, winning multiple awards at international film festivals. In October 2017, the film received nine awards at the Virginia Christian Film Festival, including best director, best feature film, and best musical score. Xiaozhen's Story once again stood out at the US KaPow Intergalactic Film Festival, winning the award for the best foreign experimental feature. This is the eighth time this film has received an award at an international film festival.
2.12.17
Nikela Amahubo Endumiso kuNkulunkulu- "Ukuthanda uNkulunkulu Ongokoqobo Ngazo Zonke Izinhliziyo Zethu" (Ividiyo Yomculo)
Ukuthanda uNkulunkulu Ongokoqobo Ngazo Zonke Izinhliziyo Zethu
I
La … la la la … la la la….
La … la la la … la la la … la….
Ilanga lokulunga liphuma eMpumalanga.
O Nkulunkulu! Inkazimulo yaKho igcwalisa izulu nomhlaba.
Sithandwa sami esihle, uthando lwaKho luzungeza inhliziyo yami.
27.11.17
Ngubani iNkosi Yami: Ngabe iBhayibheli liyiNkosi, noma Ngabe uNkulunkulu?
ULiu Zhizhong ungumzwalane omdala wendlu yebandla lasendaweni eShayina. Usebeyikholwa ngaphezulu kweminyaka engamashumi amathathu, futhi ubesolokhu egcizelela ukuthi “iBhayibheli liphefumulelwe nguNkulunkulu,” “iBhayibheli limele uNkulunkulu, ukukholelwa kuNkulunkulu wukukholelwa eBhayibhelini, ukukholelwa eBhayibhelini wukukholelwa kuNkulunkulu.” Enhliziyweni yakhe, iBhayibheli libaluleke kakhulu. Ngenxa yothando lwakhe nokholo lokuthathwa yiBhayibheli, akakaze afune noma abheke kumsebenzi wezinsuku zokugcina kaNkulunkulu uSomandla. Kwaze kwathi ngelinye ilanga, lapho avimba amakholwa ukuba afunde amazwi kaNkulunkulu uSomandla kwi-Inthanethi, engazelele wahlangana nomshumayeli ovela eBandleni likaNkulunkulu uSomandla. Emva kwezinkulumo-mpikiswano ezinzima mayelana neqiniso, ekugcineni wakwazi ukubona ubudlelwane phakathi kweBhayibheli noNkulunkulu ngokucacile? Ngabe wakwazi ukuhlehla eBhayibhelini ukuze aqondisise ukuthi uKristu uyiqiniso, indlela kanye nokuphila? Ngabe uyakuhlwithelwa phambi kukaNkulunkulu?
Kufanele Ubeke Eceleni Izibusisio Zesimo Futhi Uqonde Intando KaNkulunkulu Yensindiso Yomuntu
UNkulunkulu USomandla uthi:
"Kubantu, akunakwenzeka ukuthi inzalo kaMowabi ingapheleliswa futhi ayikufanelekeli ukuba ibe njalo. Amadodana kaDavide, ngolunye uhlangothi, ngokuqinisekile analo ithemba futhi ngokuqinisekile angakwazi ukupheleliswa.
24.11.17
Best Way to Know God | Praise and Worship "Chinese Gospel Choir 17th Performance"
Best Way to Know God | Praise and Worship "Gospel Choir 17th Performance"
The Chinese Choir Episode 17 of the Church of Almighty God starts in a quiet and solemn atmosphere. A sonorous and powerful hymn, The Symbol of God’s Disposition, extols God’s righteous and holy disposition and His just, good and beautiful substance, singing out the reverence and admiration of God’s chosen people for the Creator. Following that, God’s chosen people sing loudly All Will Be Accomplished by God’s Words, in praise of God’s victory over Satan and the accomplishment of His six-thousand-year management plan!
23.11.17
Indlela… (6)
Umsebenzi kaNkulunkulu owenze ukuthi silethwe esikhathini samanje. Ngakho, sonke singabasindile ohlelweni lokuphatha lukaNkulunkulu, futhi ukuze sikwazi ukugcinwa osukwini lwesimanje kuwukuphakanyiswa nguNkulunkulu okukhulu. Ngokohlelo lukaNkulunkulu, izwe likadrako obomvu omkhulu kumele lishatshalaliswe, kodwa Ngicabanga ukuthi mhlawumbe Usungule olunye uhlelo, noma Ufuna ukwenza enye ingxenye yomsebenzi waKhe.
22.11.17
Landelani Iqiniso Uma Seniliqonda
Umsebenzi nezwi likaNkulunkulu kuhloselwe ukuletha ushintsho esimweni senu; inhloso Yakhe ayikhona nje ukunenza niliqonde noma nilibone bese lokho kuba yisiphelo salo. Njengoba nikwazi ukwamukela, akufanele kube nzima kini ukuqonda izwi likaNkulunkulu, ngoba ingxenye enkulu yezwi likaNkulunkulu ilotshwe ngolimi lwabantu okulula kakhulu ukuluqonda. </b
19.11.17
Isenzo (2)
Ezikhathini ezedlule, abantu babeziqeqeshela “ukuba noNkulunkulu baphile phakathi komoya ngaso sonke isikhathi” okuwukuthi, uma kuqhathaniswa nalokhu okwenziwa namuhla, kube ukuqeqesha okulula kukamoya.
17.11.17
Indlela… (5)
UNkulunkulu USomandla uthi:
"Wayengekho owayazi uMoya Ongcwele ngaphambilini, futhi empeleni babengazi ukuthi indlela kaMoya Ongcwele iyini. Yingakho abantu bebehlala bezihlaza phambi kukaNkulunkulu. Kungashiwo ukuthi cishe bonke abantu abakholelwa kuNkulunkulu abamazi uMoya, kodwa.
Indlela… (4)
Lapho abantu bekwazi ukubona ubuhle bukaNkulunkulu, ukufuna indlela yokuthanda uNkulunkulu ngalenkathi, futhi bazimisele ngokwamukela ukuqeqeshwa ngombuso wanamuhla—konke lokhu kuwumusa kaNkulunkulu futhi nangaphezulu, Nguye ophakamisa isintu.
8.11.17
Zulu Gospel Song "Ngilubonile Uthando LukaNkulunkulu" Qala Impilo Entsha
Zulu Gospel Song "Ngilubonile Uthando LukaNkulunkulu" Qala Impilo Entsha
Ngizwa izwi elijwayelekile lilokhu lingibiza.
Ngaphaphama ukuze ngibone, ukuthi ubani lo okhulumayo.
Izwi laKhe lipholile kodwa linohlonze, isithombe saKhe sihle!
Uyahlushwa futhi ubekezelela ubuhlungu obukhulu, egonwa yisandla saKhe esinothando.
Ngase ngiqaphela ukuthi uMninimandla onke engilwa naye.
27.10.17
Ingqikithi KaKristu Ukuthobela Intando KaBaba Osezulwini
UNkulunkulu osesimweni somuntu kuthiwa nguKristu, kanti uKristu uyinyama embethwe uMoya kaNkulunkulu. Le nyama ayifani nomuntu oyinyama. Lo mehluko wenziwa ukuthi uKristu akayena owenyama negazi kodwa usesimweni somuntu kaMoya. Unesimo sobuntu obujwayelekile nobunkulunkulu obuphelele. Akekho umuntu onobunkulunkulu Bakhe.
Umphumela Ofezeka Ngokumazi uNkulunkulu
Umphumela Ofezeka Ngokumazi uNkulunkulu
Kube olunye usuku,
lapho uyozwa khona ukuthi uMdali
akaseyona impicabadala,
ukuthi uMdali akakaze afihleke kuwe,
ukuthi uMdali
akakaze abufihle ubuso Bakhe kuwe,
ukuthi uMdali akakude neze nawe,
ukuthi uMdali akaseyena Lona ohlale umlangazelela emicabangweni yakho
kodwa ongakwazi ukufinyelela Kuye ngemizwa yakho,
ukuthi Yena ngokoqobo futhi ngeqiniso
uhlale ekubhekile kwesokunxele nesokudla sakho,
esekela ukuphila kwakho, futhi elawula okudalelwe, elawula okudalelwe.
Akakude noma akazifihlile Yena phezulu emafini.
lapho uyozwa khona ukuthi uMdali
akaseyona impicabadala,
ukuthi uMdali akakaze afihleke kuwe,
ukuthi uMdali
akakaze abufihle ubuso Bakhe kuwe,
ukuthi uMdali akakude neze nawe,
ukuthi uMdali akaseyena Lona ohlale umlangazelela emicabangweni yakho
kodwa ongakwazi ukufinyelela Kuye ngemizwa yakho,
ukuthi Yena ngokoqobo futhi ngeqiniso
uhlale ekubhekile kwesokunxele nesokudla sakho,
esekela ukuphila kwakho, futhi elawula okudalelwe, elawula okudalelwe.
Akakude noma akazifihlile Yena phezulu emafini.
Dumisani uNkulunkulu ngoMoya nangeQiniso "Izwi Lenhliziyo Yomuntu Odaliwe"
Izwi Lenhliziyo Yomuntu Odaliwe
I
Ngangifuna ukukhala kodwa akukho ndawo eyezwakala ifanele.
Ngangifuna ukucula kodwa akwatholakala culo.
Ngangifuna ukuzwakalisa uthando lomuntu odaliwe.
Ngifuna yonke indawo, kodwa akukho mazwi ayengasho, ayengasho engikuzwayo.
Nkulunkulu ongokoqobo noyiqiniso, uthando oluphakathi enhliziyweni yami.
Ngangifuna ukukhala kodwa akukho ndawo eyezwakala ifanele.
Ngangifuna ukucula kodwa akwatholakala culo.
Ngangifuna ukuzwakalisa uthando lomuntu odaliwe.
Ngifuna yonke indawo, kodwa akukho mazwi ayengasho, ayengasho engikuzwayo.
Nkulunkulu ongokoqobo noyiqiniso, uthando oluphakathi enhliziyweni yami.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)
Isexwayiso sikaNkulunkulu Sifinyelela kuBantu BaseNineve
(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ubu...