Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uKristu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uKristu. Bonisa konke okuthunyelwe

15.7.18

29. INkosi uJesu isethembise ukuthi, “noma ubani okholwa kuye ngeke abhubhe, kodwa uyokuba nokuphila okuphakade.” UNkulunkulu uzokufeza kanjani lokho akushilo?

Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Iminyaka eyizi-6,000 yomsebenzi kaNkulunkulu wokuphatha ihlukaniswe ezigabeni ezintathu: iNkathi Yomthetho, iNkathi Yomusa kanye neNkathi Yombuso. Le zigaba ezintathu zomsebenzi zonke ezokusindiswa kwesintu, okusho ukuthi, ezokusindiswa kwesintu esonakaliswe kakhulu nguSathane. Ngesikhathi esifanayo, kepha, ezokuthi uNkulunkulu alwe noSathane. 

9.3.18

Gospel Movie "UNKULUNKULU AKUBUSISE" Worship God and Receive His Protection (Zulu Dubbed)



UNkulunkulu Akubusise

Abantu bajwayele ukuthi, "Izingozi ziyenzeka, impilo ngeke uyazi."
Namhlanje, ezomnotho nezobuchwepheshe kuthuthuka ngesivinini esikhulu,
amazinga okuphila athuthuke kancane kancane,
kodwa sesithole ukuthi izibhicongo emhlabeni@jikelele zinyuka usuku nosuku.

13.2.18

Inkulumo Emfishane Mayelana “Nombuso Weminyaka Eyinkulungwane Osufikile”

Uwubona kanjani umbono woMbuso Weminyaka Eyinkulungwane? Abanye abantu bacabanga kakhulu ngawo, futhi bathi uMbuso Weminyaka Eyinkulungwane uyoba khona iminyaka eyinkulungwane emhlabeni, ngakho uma amalungu amadala kunamanye ebandleni engashadile, ingabe kufanele ashade? Umndeni wami awunamali, ingabe kufanele ngiqale ngenze imali? … Uyini uMbuso Weminyaka Eyinkulungwane? Ingabe uyazi? Abantu babona kalufifi futhi bathwele kanzima kakhulu. Empeleni, uMbuso Weminyaka Eyinkulungwane awukakafiki ngokusemthethweni. Esigabeni sokupheleliswa kwabantu, uMbuso Weminyaka Eyinkulungwane, umane uwumfanekiso onesilinganiso esincane; ngesikhathi soMbuso Weminyaka Eyinkulungwane okhulunywe nguNkulunkulu, umuntu uyobe esephelelisiwe.

14.1.18

Ukuhunyushwa Kwezwi Leshumi Nesishiyagalolunye

Kubonakala sengathi emicabangweni yabantu, uNkulunkulu uphakeme kakhulu futhi akaqondakali. Kusengathi uNkulunkulu akahlali phakathi kwabantu, kusengathi ubabukela phansi abantu ngoba uphakeme kangaka.

22.12.17

Izwi Lesine

  IBandla likaNkulunkulu uSomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Iwasempumalanga

Bonke abantu Bami abakhonza Kimi kumelwe bakhumbule isikhathi esedlule: Ingabe uthando lwenu Ngami lwalungcolisiwe? Ingabe ukuthembeka kwenu Kimi kwakumsulwa futhi nithembeke ngenhliziyo yonke? Ingabe ulwazi lwenu Ngami lwaluyiqiniso? Enhliziyweni yenu benginendawo engakanani?

16.12.17

Uma Amaqabunga Awile Ebuyela Ezimpandeni Zawo Uzozisola Ngabo Bonke Ububi Obenzile

UNkulunkulu USomandla uthi:
"Kufanele ukuthi niwubonile umsebenzi engiwenzile phakathi kwenu, nina uqobo niwezwile amazwi engiwakhulumile, futhi niyayazi indlela enginibuka ngayo, ngakho kufanele nazi ukuthi kungani ngenza lo msebenzi kinina. 

9.12.17

Ukuhunyushwa Kwezwi Lesithathu


      "Namuhla akuseyona Inkathi YoMusa, noma inkathi yesihe, kodwa Yinkathi YoMbuso lapho abantu bakaNkulunkulu bevezwa khona, inkathi lapho uNkulunkulu enza khona izinto ngqo ngobuNkulunkulu.

23.11.17

Indlela… (6)

IBandla likaNkulunkulu uSomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Iwasempumalanga











  

     Umsebenzi kaNkulunkulu owenze ukuthi silethwe esikhathini samanje. Ngakho, sonke singabasindile ohlelweni lokuphatha lukaNkulunkulu, futhi ukuze sikwazi ukugcinwa osukwini lwesimanje kuwukuphakanyiswa nguNkulunkulu okukhulu. Ngokohlelo lukaNkulunkulu, izwe likadrako obomvu omkhulu kumele lishatshalaliswe, kodwa Ngicabanga ukuthi mhlawumbe Usungule olunye uhlelo, noma Ufuna ukwenza enye ingxenye yomsebenzi waKhe. 

19.11.17

Isenzo (2)

Ezikhathini ezedlule, abantu babeziqeqeshela “ukuba noNkulunkulu baphile phakathi komoya ngaso sonke isikhathi” okuwukuthi, uma kuqhathaniswa nalokhu okwenziwa namuhla, kube ukuqeqesha okulula kukamoya. 

Isenzo (1)

Esikhathini esedlule, bekunokuchezuka okuningi ngendlela abantu ababebona ngayo izinto, futhi bekungaba okungenangqondo. Ngenxa yokuthi babengawaqondi amazinga okudingakalayo zikaNkulunkulu, bekunezindawo eziningi lapho izinto abantu abazenzayo zahamba ngokungafanele.  

17.11.17

Indlela… (5)

UNyazi LwaseMpumalanga

UNkulunkulu USomandla uthi:
"Wayengekho owayazi uMoya Ongcwele ngaphambilini, futhi empeleni babengazi ukuthi indlela kaMoya Ongcwele iyini. Yingakho abantu bebehlala bezihlaza phambi kukaNkulunkulu. Kungashiwo ukuthi cishe bonke abantu abakholelwa kuNkulunkulu abamazi uMoya, kodwa. 

Indlela… (4)

Amazwi KaNkulunkulu USomandla
   
        Lapho abantu bekwazi ukubona ubuhle bukaNkulunkulu, ukufuna indlela yokuthanda uNkulunkulu ngalenkathi, futhi bazimisele ngokwamukela ukuqeqeshwa ngombuso wanamuhla—konke lokhu kuwumusa kaNkulunkulu futhi nangaphezulu, Nguye ophakamisa isintu. 

16.11.17

Ukuphawula Ukubonakala KukaNkulunkulu Ezahlulelweni Nasezijezisweni Zakhe

Njengamakhulu ezigidi zabanye abalandeli beNkosi uJesu Kristu, siyayemukela imithetho nemiyalo yeBhayibheli, sijabulela inala yomusa weNkosi uJesu Kristu, bese sihlangana ndawonye, sithandaze, sidumise, futhi sikhonze egameni leNkosi uJesu Kristu—konke lokhu sikwenza ngaphansi kokunakekela nesivikelo seNkosi.

27.10.17

Dumisani uNkulunkulu ngoMoya nangeQiniso "Izwi Lenhliziyo Yomuntu Odaliwe"



Izwi Lenhliziyo Yomuntu Odaliwe
I
Ngangifuna ukukhala kodwa akukho ndawo eyezwakala ifanele.
Ngangifuna ukucula kodwa akwatholakala culo.
Ngangifuna ukuzwakalisa uthando lomuntu odaliwe.
Ngifuna yonke indawo, kodwa akukho mazwi ayengasho, ayengasho engikuzwayo.
Nkulunkulu ongokoqobo noyiqiniso, uthando oluphakathi enhliziyweni yami.

Isexwayiso sikaNkulunkulu Sifinyelela kuBantu BaseNineve

(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ubu...