Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Indlela. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Indlela. Bonisa konke okuthunyelwe

14.10.18

Ukuhamba Endleleni Ekhanyayo Yempilo

uXieli, eMelika 
Ngangivame ukuba ngumuntu owayelandela izinto zezwe, ngangifuna ukuzinikela empilweni yokuzijabulisa, futhi engangikukhathalela nje kwakuyinjabulo yenyama. Ngangivame ukuhamba nabangani bami siye e-KTV ubusuku bonke, ngangithokozela ama-joyride phakathi nobusuku, ngangiya kodoba olwandle, futhi ngihambe yonke indawo ngifuna ukudla kweqophelo eliphezulu. 

6.9.18

1. Kungani uhulumeni Wobukhomanisi WaseShayina eshushisa ngamandla, ecindezela futhi elandela ngesihluku uNkulunkulu Somandla kanye neBandla LikaNkulunkulu USomandla?

  


















        Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

       Lesi yisizukulwane esibi” (Luka 11:29).
umhlaba wonke usebubini (1 Johane 5:19).
Yeka ukuwa kwakho ezulwini, O Lusifa, ndodana yokusa! Nokunqunyelwa kwakho phansi, wena owathobisa izizwe! Ngoba uthe enhliziyweni yakho, ngiyakukhuphukela ezulwini, ngiyophakamisa isihlalo sami sobukhosi ngaphezu kwezinkanyezi zikaNkulunkulu: Ngiyohlala futhi entabeni yomhlangano, ngasekugcineni kwenyakatho: Ngiyakukhuphuka ngaphezu kwezindawo eziphakemeyo zamafu; ngizenze ngibe njengoPhezukonke (UIsaya 14:12-14).

22.8.18

66. Ubambiswano Lweqiniso

Kamuva nje ngangicabanga ukuthi ngangingene ebudlelwaneni obunokubambisana. Mina nomlingani engangisebenza naye sasikwazi ukukhuluma nganoma yini,

21.8.18

62. Isizathu Sangempela Sokuba Buthuntu Emsebenzini

UXinyi    edolobheni laseXi’an, esiFundazweni saseShaanxi
Ekuvakasheleni kwami amabandla kwakamuva, ngizwe kaningi abaholi nabasebenzi bethi abanye abantu, emva kokuhlanganyela nami, baba ngabalandulayo, ababuthakathaka nabaphelelwe ugqozi lokuqhubeka nokufuna. 

19.8.18

58. Umona, Isifo SikaMoya Esingalapheki

UHe Jiejing     IDolobha IHezou, Isifundazwe IGuangxi
Udade kanye nami sasibhangqiwe ukuze sibuyekeze izihloko ndawonye. Njengoba sasihlangene, mina ngabona ukuthi kwakungenandaba noma ngabe kwakuwukucula, kuwukudansa, ukwamukela izwi likaNkulunkulu, noma ukuxhumanisa iqiniso, yena wayengcono kunami kunoma yisiphi isici. 

18.8.18

53. Yini Ngempela Ukwamukela Iqiniso?

UXiaohe    eDolobheni lasePuyang, esiFundazweni saseHenan
Esikhathini esidlulile, njalo uma ngifunda amazwi ambulwe nguNkulunkulu mayelana nokuthi abantu abemukeli kanjani iqiniso, ngangingakholwa ukuthi lawo mazwi abhekiswe nakimina. 

10.8.18

30. Ukubheka indaba yokushintshwa esikhundleni

UYi Ran eLaiwu City, eShandong Province 
Esikhathini esedlule, ngenxa yokungaqondi kwami umgomo ophathelene nokuhlelwa kabusha kwezisebenzi ebandleni, lapho ibandla lishintsha umholi esikhundleni, kwazaleka umcabango kimi. 

8.8.18

27. Okulele Emuva Kwamanga

UXiaojing    Edolobheni laseHeze, esiFundazweni saseShandong 
Ngesikhathi ngasinye ngabona amazwi kaNkulunkulu esitshela ukuba sibe ngabantu abathembekile futhi sikhulume ngendlela eqondile nenembayo, ngacabanga ngathi, “Mina anginankinga nokukhuluma ngendlela eqondile. Akukona yini kanti lokho ukubeka izinto ngembaba uzisho njengoba zinjalo? 

6.8.18

26. UMoya oNgcwele Usebenza Ngendlela Enemigomo

UQin Shuting edolobheni laseLinyi, esiFundazweni saseShandong 
Esikhathini eside, yize noma ngangingayekanga ukudla nokuphuza amanzi kaNkulunkulu, kodwa ngangingakaze ngikuzwe ukukhanya. Ngangiye ngakhuleka kuNkulunkulu ngikhulekela lokhu kodwa, kamuva, ngangingakakhanyiseleki. 

4.8.18

22. Amazwi kaNkulunkulu Angiphaphamisile

UMiao Xiao edolobheni laseJinan, esiFundazweni saseShandong 
Ngaphambilini, ngangihlezi ngicabanga ukuthi uma uNkulunkulu wayethi “unopopi futhi uyimbuka elibalekela isihlalo sobukhosi esikhulu esimhlophe” wayeqondise kulabo abasamukelayo lesi sigaba somsebenzi kodwa bagcine behlehla ngenxa yokuthi bengazimisele ukubhekana nokuhlupheka kokusola Kwakhe nokwahlulela. 

2.8.18

15. Akulula Ukuzazi Ngeqiniso

UZhang Rui Edolobheni laseHangzhou, Esifundazweni saseZhejiang 
Ngangiwumuntu ongumkhohlisi. Ezwini likaNkulunkulu singakubona lokhu ukuthi abantu abangabakhohlisi angeke basindiswe uNkulunkulu; abantu abaneqiniso kuphela abayothola udumo Lwakhe. 

29.7.18

3. Emva Kokulahlekelwa Yisikhundla Sami …

UHuimin Edolobheni LaseJiaozuo, Esifundazweni SaseHenan 
Njalo lapho ngibona noma ngizwa ngomuntu osusiwe esikhundleni futhi esezizwa edangele, ebuthakathaka noma ecasukile, futhi engasafuni ukulandela, ngangiye ngimbukele phansi. 

24.7.18

42. Umphakathi wenkolo waqala ukumelana noKristu esenyameni eNkathini Yomusa, ngakho kungani uKristu ehlala engamukelwa futhi elahlwa umphakathi wenkolo?

Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Abantu abayizilima nabangenalwazi bahlala bethi ubuntu obujwayelekile bukaKristu buyiphutha. Noma engakuveza kanjani ubunkulunkulu Bakhe, abantu bayahluleka ukuvuma ukuthi unguKristu. 

15.7.18

29. INkosi uJesu isethembise ukuthi, “noma ubani okholwa kuye ngeke abhubhe, kodwa uyokuba nokuphila okuphakade.” UNkulunkulu uzokufeza kanjani lokho akushilo?

Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Iminyaka eyizi-6,000 yomsebenzi kaNkulunkulu wokuphatha ihlukaniswe ezigabeni ezintathu: iNkathi Yomthetho, iNkathi Yomusa kanye neNkathi Yombuso. Le zigaba ezintathu zomsebenzi zonke ezokusindiswa kwesintu, okusho ukuthi, ezokusindiswa kwesintu esonakaliswe kakhulu nguSathane. Ngesikhathi esifanayo, kepha, ezokuthi uNkulunkulu alwe noSathane. 

16.6.18

South African Gospel Music “Ukubaluleka Kokuphatha KukaNkulunkulu Isintu”



South African Gospel Music “Ukubaluleka Kokuphatha KukaNkulunkulu Isintu”

I
Ukuphatha kukaNkulunkulu ngokokuzuza isintu esimkhulekelayo nesilalelayo.
Nakuba bonakaliswe nguSathane, abasambizi ngobaba, abasambizi.
Ukuphatha kukaNkulunkulu ngokokuzuza isintu esimkhonzayo nesimlalelayo.
Nakuba bonakaliswe nguSathane, abasambizi ngobaba, abasambizi;
bayabazi ububi bukaSathane, ngakho bayamchitha, ngakho bayamchitha.
Beza phambi kukaNkulunkulu, bemukela ukusolwa nokwahlulelwa.
Bayakwazi okubi, nalokho okungcwele, okungcwele.
Futhi bayabazi ubukhulu bukaNkulunkulu, nobubi bukaSathane.

27.5.18

ISahluko 53. Ukuqonda Ukufana Nomehluko Emvelweni Yomuntu

Ingabe niyibona ngokucacile indlela yokholo lwenu kuNkulunkulu kanye nendlela yokulandela iqiniso? Kuyini ngempela ukukholwa kuNkulunkulu? Ingabe usuke usuqedile ngemva kokuthwala ubunzima obuncane? Abanye abantu bacabanga ukuthi ngemva kokubhekana nokwahlulelwa nokusolwa, ukuthenwa nokusetshenzwa noma ngemva kokwembula isimo sangempela, sebeqedile futhi umphumela wabo usuyabonakala. 

17.5.18

Izwi Leshumi Nesikhombisa

        Izwi Lami likhala njengokuduma kwezulu, likhanyise amagumbi omane nomhlaba wonke, phakathi kokuduma kwezulu nokushaya konyazi, umuntu uqumbeka phansi. Akekho umuntu oke wema wanganyakaziseka uma kuduma izulu kushaya nombani: Abantu abaningi bayesaba baqhaqhazele uma kuza ukukhanya Kwami bangazi ukuthi benzeni. 

8.5.18

South Africa Worship Songs “UNkulunkulu Osesimweni Somuntu Usebenza Ngokuthula Ukusindisa Umuntu”



I
UNkulunkulu waba yinyama, wahlala efihlekile phakathi kwabantu
ukuze enze umsebenzi omusha, asisindise enkohlakalweni.
Ugodla incasiselo.
Ngezinhlelo azenzile, wenza umsebenzi Wakhe isinyathelo ngesinyathelo.
Amazwi Akhe ayakhula usuku ngosuku,
eduduza, ekhumbuza, esola futhi exwayisa.
Kusuka kokuthambile nokunomusa kuya kokunolaka nobukhosi,
amazwi Akhe afaka uzwelo novalo.
Konke akushoyo kwembula izimfihlo zethu ezijulile.
Amazwi Akhe akwazi ukusihlaba futhi sizizwa sihlazekile.
Kunokunikwa okungenamkhawulo kwamanzi Akhe okuphila.
Futhi ngenxa Yakhe, siphila noNkulunkulu ubuso nobuso.
UNkulunkulu waba yinyama, wahlala efihlekile phakathi kwabantu
ukuze enze umsebenzi omusha, asisindise enkohlakalweni.
Ugodla incasiselo.
Ngezinhlelo azenzile, wenza umsebenzi Wakhe isinyathelo ngesinyathelo.

Isexwayiso sikaNkulunkulu Sifinyelela kuBantu BaseNineve

(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ubu...