Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula IBandlalikaNkulunkulu uSomandla. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula IBandlalikaNkulunkulu uSomandla. Bonisa konke okuthunyelwe

28.11.17

Ibika Ledokhumentari thi "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" Imibono Evezwayo Ngenhlekelele



Abantu abaningi bacabanga ukuthi isimiselo sabo sisezandleni Zabo. Kodwa lapho kufika inhlekelele, Konke esikuzwayo ukungabi namandla, uvalo, nokwesaba okukhulu, bese sizwa ukungabi yilutho kwesintu nobuthaka bokuphila .... Ngubani okuwuye yedwa oyinsindiso Yethu? Idokhumentari yobuKristu enomculo-Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke- izokwembula impendulo maduze! Unyazi LwaseMpumalanga, IBandla likaNkulunkulu uSomandla lasungulwa ngenxa yokuvela nomsebenzi kaNkulunkulu uSomandla, ukubuya kwesibili kweNkosi uJesu, uKristu wezinsuku zokugcina.

Abantu Abakhethiwe eShayina Abakwazi Ukumela Noma Yisiphi Isizwe sakwa-Israyeli

Indlu kaDavide yathola isethembiso sikaJehova, futhi yayingumndeni owathola ifa likaJehova. Kwasekuqaleni kwakungesinye sezizwe zakwa-Israyeli futhi kwakungesalabo bantu ababekhethiwe. Ngaleso sikhathi, uJehova wanquma umthetho kubantu bakwa-Israyeli othi bonke abantu abangamaJuda bendlu kaDavide, bonke labo ababezalwe kuleyondlu bayothola ifa Lakhe. 

23.11.17

Indlela… (6)

IBandla likaNkulunkulu uSomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Iwasempumalanga











  

     Umsebenzi kaNkulunkulu owenze ukuthi silethwe esikhathini samanje. Ngakho, sonke singabasindile ohlelweni lokuphatha lukaNkulunkulu, futhi ukuze sikwazi ukugcinwa osukwini lwesimanje kuwukuphakanyiswa nguNkulunkulu okukhulu. Ngokohlelo lukaNkulunkulu, izwe likadrako obomvu omkhulu kumele lishatshalaliswe, kodwa Ngicabanga ukuthi mhlawumbe Usungule olunye uhlelo, noma Ufuna ukwenza enye ingxenye yomsebenzi waKhe. 

22.11.17

Landelani Iqiniso Uma Seniliqonda

 Umsebenzi nezwi likaNkulunkulu kuhloselwe ukuletha ushintsho esimweni senu; inhloso Yakhe ayikhona nje ukunenza niliqonde noma nilibone bese lokho kuba yisiphelo salo. Njengoba nikwazi ukwamukela, akufanele kube nzima kini ukuqonda izwi likaNkulunkulu, ngoba ingxenye enkulu yezwi likaNkulunkulu ilotshwe ngolimi lwabantu okulula kakhulu ukuluqonda. </b

19.11.17

Isenzo (2)

Ezikhathini ezedlule, abantu babeziqeqeshela “ukuba noNkulunkulu baphile phakathi komoya ngaso sonke isikhathi” okuwukuthi, uma kuqhathaniswa nalokhu okwenziwa namuhla, kube ukuqeqesha okulula kukamoya. 

17.11.17

Indlela… (5)

UNyazi LwaseMpumalanga

UNkulunkulu USomandla uthi:
"Wayengekho owayazi uMoya Ongcwele ngaphambilini, futhi empeleni babengazi ukuthi indlela kaMoya Ongcwele iyini. Yingakho abantu bebehlala bezihlaza phambi kukaNkulunkulu. Kungashiwo ukuthi cishe bonke abantu abakholelwa kuNkulunkulu abamazi uMoya, kodwa. 

Isexwayiso sikaNkulunkulu Sifinyelela kuBantu BaseNineve

(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ubu...