Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula iBhayibheli. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula iBhayibheli. Bonisa konke okuthunyelwe

22.8.18

Uzibheka Kanjani Izincwadi Eziyishumi Nantathu?

ITestamente Elisha leBhayibheli linezincwadi zikaPawulu eziyishumi nantathu. Lezi zincwadi eziyishumi nantathu zonke zabhalwa uPawulu ebhalela amabandla ayekholwa kuJesu Kristu ngesikhathi somsebenzi wakhe. 

19.2.18

Ukuhunyushwa Kwezwi Lamashumi Amabili Nesithupha

Kuwo wonke amazwi akhulunywa uNkulunkulu, kuyabonakala ukuthi usuku lukaNkulunkulu luyasondela usuku ngosuku. Kusengathi lolu suku selulapha phambi kwamehlo abantu, sengathi luzofika kusasa. Ngalokhu, emva kokufunda amazwi kaNkulunkulu, bonke abantu bashaywa uvalo, futhi banomuzwa wencithakalo yomhlaba.

15.2.18

Yilabo Abazi UNkulunkulu Kuphela Abangafakaza ngoNkulunkulu

        Kungumthetho waseZulwini nesimiso sasemhlabeni ukukholelwa kuNkulunkulu nokwazi uNkulunkulu, kanti namuhla—ngesikhathi lapho uNkulunkulu osesimweni somuntu enza umsebenzi Wakhe—yisikhathi esihle sokwazi uNkulunkulu. Ukwanelisa uNkulunkulu kwenzeka ngokuba nesisekelo sokuqonda intando kaNkulunkulu,

13.2.18

Inhloso Yokwengamela Umuntu

Uma abantu bengaqonda ngokugcwele indlela elungile yempilo yomuntu kanjalo nenhloso kaNkulunkulu yokulawula umuntu, ngeke baphathe ikusasa labo ngabanye ngabanye kanye nemigomo abayiphokophelele njengomcebo ezinhliziyweni zabo. Ngeke besafisa ukukhonza abazali babo abangcole ngaphezu kwezingulube nezinja. 

17.11.17

Indlela… (4)

Amazwi KaNkulunkulu USomandla
   
        Lapho abantu bekwazi ukubona ubuhle bukaNkulunkulu, ukufuna indlela yokuthanda uNkulunkulu ngalenkathi, futhi bazimisele ngokwamukela ukuqeqeshwa ngombuso wanamuhla—konke lokhu kuwumusa kaNkulunkulu futhi nangaphezulu, Nguye ophakamisa isintu. 

Isexwayiso sikaNkulunkulu Sifinyelela kuBantu BaseNineve

(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ubu...