10.3.18

"Indaba kaXiaozhen" (2) - Belwela Igolide | Musical Drama


Ngenkathi uXiaozhen ethola iqhezu elikhulu legolide, wabiza abangani bakhe ukuthi beze bezohlephulelana lona. Angakucabanganga ukuthi uma nje abantu bebona igolide, ubuhle nobubi bemvelo yomuntu buvela obala … Okutuswayo:
Faith, Hope, Love | "Indaba kaXiaozhen" | Zulu Musical Drama

Unyazi LwaseMpumalanga, IBandla likaNkulunkulu uSomandla lasungulwa ngenxa yokuvela nomsebenzi kaNkulunkulu uSomandla, ukubuya kwesibili kweNkosi uJesu, uKristu wezinsuku zokugcina. Lakhiwe yibo bonke labo abawamukelayo umsebenzi kaNkulunkulu uSomandla ezinsukwini zokugcina futhi banqotshwa basindiswa ngamazwi Akhe. Lasungulwa ngokuphelele nguNkulunkulu uSomandla ngokwakhe futhi liholwa Nguye njengoMalusi. Nakanjani, alisungulwanga umuntu. UKristu uyiqiniso, indlela, nokuphila. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje uhlala ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuba uNkulunkulu usevelile.



Awekho amazwana:

Thumela amazwana

Isexwayiso sikaNkulunkulu Sifinyelela kuBantu BaseNineve

(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ubu...