6.5.18
Izifundiswa ZaseNtshonalanga Nabamele iCCP eNhlanganweni Yezizwe NgeBandla LikaNkulunkulu uSomandla
Ngomhla kaMarch 1, 2018, ngesikhathi sokuhlangana kwamashumi amathathu nesikhombisa kweHuman Rights Council eNhlanganweni Yezizwe eGeneva, iCoordination of the Associations and Individuals for Freedom of Conscience (CAP LC) yahlela Umhlangano Oseceleni mayelana nokwenqatshelwa kwenkululeko yenkolo eChina kanye nodaba lweBandla likaNkulunkulu uSomandla (CAG). Uhlu lwezifundiswa zamazwe ngamazwe nezingcweti zamalungelo abantu nenkululeko yenkolo lwaxoxa ngesimo esinyakazisayo samalunga eBandla likaNkulunkulu uSomandla kokubili eChina, lapho ehlushwa khona kabi kakhulu, kanye naseSouth Korea naseYurophu, lapho izicelo zabo zokukhoseliswa zivame ukwenqatshwa khona. Ngesikhathi somhlangano, kwaba nempikiswano phakathi kwezifundiswa zaseNtshonalanga nabamele iCCP bezithunywa zaseChina…
UnyaziLwaseMpumalanga, iBandla likaNkulunkulu uSomandla lasungulwa ngenxa yokuvela nomsebenzi kaNkulunkulu uSomandla, ukubuya kwesibili kweNkosi uJesu, uKristu wezinsuku zokugcina. Lakhiwe yibo bonke labo abawamukelayo umsebenzi kaNkulunkulu uSomandlaezinsukwini zokugcina futhi banqotshwa basindiswa ngamazwi Akhe. Lasungulwa ngokuphelele nguNkulunkulu uSomandla ngokwakhe futhi liholwa Nguye njengoMalusi. Nakanjani, alisungulwanga umuntu. UKristu uyiqiniso, indlela, nokuphila.Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje uhlala ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuba uNkulunkulu usevelile.
Bhalisa ku:
Thumela amazwana (Atom)
Isexwayiso sikaNkulunkulu Sifinyelela kuBantu BaseNineve
(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ubu...
Awekho amazwana:
Thumela amazwana