14.2.19

UNkulunkulu Uyobuyisela Inhloso Yokudala Kwakhe Umuntu

Amahubo Amazwi KaNkulunkulu "UNkulunkulu Uyobuyisela Inhloso Yokudala Kwakhe Umuntu"

UNkulunkulu wadala isintu, wasibeka emhlabeni wasihola kwaze kwaba namuhla.

Waba umhlatshelo wesono kwathi ngalokhu wasindisa umuntu.

Ekugcineni kusafanele anqobe, abuyisele umuntu esimweni sakhe sasekuqaleni.

Kusukela ekuqaleni lona ubungumsebenzi alokhu ewenza.

Uzomisa umbuso Wakhe,

abuyisele igunya Lakhe phezu komhlaba kanye nesimo somuntu.

Uzobuyisela igunya Lakhe phakathi kwakho konke akudalile.

Ngokonakaliswa nguSathane, umuntu uselahlekelwe yinhliziyo yakhe, inhliziyo yakhe eyesaba uNkulunkulu,

futhi walahlekelwa wumsebenzi okufanele ukuba isidalwa sikaNkulunkulu saba nawo kusukela ekuqaleni.

Ube yisitha sikaNkulunkulu, ephila ngaphansi kwemiyalelo nendawo ebuswa nguSathane.

UNkulunkulu walahlekelwa ukulalela nokwesaba komuntu, futhi umsebenzi wakhe awunakwenzeka phakathi kwabo.

Uzomisa umbuso Wakhe,

abuyisele igunya Lakhe phezu komhlaba kanye nesimo somuntu.

Uzobuyisela igunya Lakhe phakathi kwakho konke akudalayo.

Umuntu wadalwa nguNkulunkulu futhi kwakufanele akhonze uNkulunkulu.

Kodwa umuntu wafulathela uNkulunkulu wase ekhonza uSathane.

Umuntu wadalwa nguNkulunkulu futhi kwakufanele akhonze uNkulunkulu.

Kodwa umuntu wafulathela uNkulunkulu wase ekhonza uSathane.

USathane waba yisithixo enhliziyweni yomuntu, lapho kumuntu uNkulunkulu walahlekelwa yindawo Yakhe,

okusho ukuthi umuntu walahlekelwa inhloso yokuthi wadalelwani.

Ukubuyisela lo nhloso, umuntu kufanele aphindele esimweni sakhe sokuqala.

UNkulunkulu kufanele asuse isimo sokonakala kumuntu.

Uzomisa umbuso Wakhe, abuyisele igunya Lakhe phezu komhlaba.

Uzomisa umbuso Wakhe, abuyisele igunya Lakhe phezu komhlaba.

Uzomisa umbuso Wakhe,

abuyisele igunya Lakhe phezu komhlaba kanye nesimo somuntu.

Uzobuyisela igunya Lakhe phakathi kwakho konke akudalayo.

Ukubuyisa umuntu kuSathane, uNkulunkulu kufanele asindise umuntu, asindise umuntu esonweni.

Kulapho kuphela eyoya ngokuya ebuyisela umsebenzi wokuqala womuntu,

futhi ekugcineni abuyisele umbuso Wakhe.

Amadodana okungalaleli ayobhujiswa,

Ukuvumela umuntu ukuba akhonze uNkulunkulu futhi aphile kangcono lapha emhlabeni.

Umthombo: IBandla LikaNkulunkulu USomandla

Awekho amazwana:

Thumela amazwana

Isexwayiso sikaNkulunkulu Sifinyelela kuBantu BaseNineve

(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ubu...