Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Righteousness. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Righteousness. Bonisa konke okuthunyelwe

30.5.18

Isahluko 36.Ukuzazi Ngokuyinhloko Kuwukwazi Imvelo Yomuntu

        Inhloso yokuzuza ushintsho esimweni ukwazi imvelo yakho siqu, futhi lokhu kumele kuze ngesambulo esivela kuNkulunkulu. Kungezwi likaNkulunkulu kuphela lapho umuntu engazi khona ngemvelo yakhe enyantisayo, aqaphele emvelweni yakhe siqu ubuthi obuhlukahlukene bukaSathane, abone ukuthi uyisiphukuphuku futhi akanaki, futhi aqaphele ubuthakathaka nezici ezingezinhle kwimvelo yaakhe. Lapho lokhu sekwaziwa kahle, futhi usukwazi ukufulathela inyama ngokweqiniso, uqhubeka nokusebenzisa izwi likaNkulunkulu, futhi uzimisele ukuzithoba eMoyeni Ongcwele nasezwini likaNkulunkulu, uzobe usungene endleleni kaPetru.

3.3.18

Akekho Umuntu Osenyameni Ongabalekela Usuku Lolaka

 IBandla likaNkulunkulu uSomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Iwasempumalanga

   Namuhla, ngikukhuzela ukuthi kusinde wena, ukuze umsebenzi Wami uqhubeke ngempumelelo, nokuthi umsebenzi Wami wokuqala wenziwe ngokufanele nangokuphelele emhlabeni jikelele, ngokuveza amazwi Ami, negunya, nokuphakama kanye nokwahlulela abantu bakuwo wonke amazwe nezinhlanga. 

Isexwayiso sikaNkulunkulu Sifinyelela kuBantu BaseNineve

(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ubu...