Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukuhlakanipha. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukuhlakanipha. Bonisa konke okuthunyelwe

2.9.18

2. Yini ukuhlwithwa kwangempela?

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
Phakathi kwamabili kwezwakala izwi elikhulu, Bheka, kuza umkhwenyana; phumani niyomhlangabeza(Mathewu 25:6).

29.8.18

84. Inguquko Yomuntu Owileyo

UTong Xin    Esifundazweni saseFujian
Ngazalelwa ezindaweni ezingaphandle kwasemadolobheni. Ngazalelwa emndenini wabalimi abazithobile futhi phezu kwalokho umndeni wethu wawumbalwa ngokwesibalo, ngakho sasiqinelwa esikhathini esiningi.

14.8.18

41. Iyini Imvelo Yothando LukaNkulunkulu?

USiqiu Edolobheni LaseSuihua, Esifundazweni saseHeilongjiang
Noma nini uma ngibona le ndima elandelayo yamazwi kaNkulunkulu, “Uma kade selokhu wethembeke kakhulu futhi ungithanda, kodwa uhlushwa ukugula, izinkinga zokuphila, kanye nokushiywa abangane nezihlobo zakho noma ukukhuthazelela noma yiziphi ezinye izinhlekelele ekuphileni, ingabe ukwethembeka kwakho kanye nothando lwakho Ngami kusazoqhubeka?

9.7.18

20. Ukungakholwa kuNkulunkulu uSomandla akukhona yini ukukhaphela iNkosi uJesu? Ingabe lokhu akukhona ukuhlubuka?

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Lowo onqobayo ngizomenza insika ethempelini likaNkulunkulu wami, futhi angeke esaya ngaphandle: futhi ngizobhala kuye igama likaNkulunkulu wami, negama lomuzi kaNkulunkulu wami, okuyiJerusalema elisha, elizovela ezulwini kuNkulunkulu wami: futhi ngizobe sengibhala kuye igama lami elisha” (IsAmbulo 3:12)

6.7.18

16. Ingabe ukukholwa kuNkulunkulu uSomandla kuzokwenza ngempela ukuba umuntu angabhubhi futhi abe nokuphila okuphakade?

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Futhi uNkulunkulu uzozesula zonke izinyembezi emehlweni abo; akusayikuba khona ukufa, nokudabuka, nokukhala, ngisho nobuhlungu abusayikuba khona: ngoba izinto zakuqala sezidlulile” (IsAmbulo 21:4).

2.7.18

11. Ngikholwa ukuthi uNkulunkulu ukhona, kodwa ngimusha futhi ngisenokuningi kakhulu okufanele ngikwenze empilweni. Ingabe ngisengayithola insindiso uma ngilinda kuze kube yilapho sengimatasa kancane ukuze ngikholwe Kuye?

Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Impilo yomuntu ayinakho nhlobo ukufudumala, futhi ayinabo ubumnandi noma ukukhanya komuntu – kodwa usezijwayeze yona, babekezelela impilo ebashintsha lokhu okubafanele ngokugijimela izinto ngaphandle kokuzuza utho. Ngokuphazima kweso, usuku lokufa kuyasondela, umuntu afe ukufa okunomunyu. Kulo mhlaba, akakaze aphumelele nakokukodwa, noma azuze utho – ufike ngokuphuthuma, wahamba ngokuphuthuma futhi. 

24.5.18

Isahluko 42

   Angazi ukuthi lukhona yini uguquko abantu abalubonile ezwini lanamuhla. Abanye abantu kungenzeka ukuthi babonile kancane, kodwa abanaso isibindi sokusho ngokuqinisileyo.

Izwi Lamashumi Amathathu Nantathu

       Endlini Yami, kwake kwaba nalabo abalidumisa ngentshiseko igama Lami elingcwele, ababesebenza bengakhathali ukuze inkazimulo Yami emhlabeni igcwale emazulwini. Ngenxa yalokhu, ngangijabule kakhulu, inhliziyo Yami yayigcwele injabulo—kodwa ubani ongasebenza esikhundleni Sami, adele ubuthongo ubusuku nemini? 

14.4.18

Imbubhiso Ngokuphazima Kweso

—IQingping Township esesiFundazweni saseSichuan yanyamalala kabili ngenxa yokudelela kwayo ivangeli likaNkulunkulu uSomandla lezinsuku zokugcina



                                                 UJing Wei, wasesiFundazweni saseSichuan
        Ngesikhathi sokuzamazama okukhulu komhlaba okwenzeka mhla ziyi-12 kuMeyi, 2008, kwanyamalala idolobha lonke: Leyo kwakuyi-Qingping Township endaweni kamasipala waseMianzhu esiFundazweni sase-Sichuan. Ngenxa yokucinywa kolwazi uhulumeni, lena akuyona into eyaziwa abantu abaningi.

20.3.18

Izwi Lamashumi Amabili Nesithupha

UNkulunkulu uSomandla,Iqiniso,Indlela












Ubani oke wahlala ekhaya Lami? Ubani oke wangimela? Ubani oke wahlupheka ngenxa Yami? Ubani oke wenza isithembiso phambi Kwami? Ubani oke wangilandela kwaze kwaba manje kodwa engakashintshi? Kungani bonke abantu bengenandaba futhi bengenazwelo? 

10.3.18

"Indaba kaXiaozhen" (1) - Idwala, Iphepha, Izikelo | Musical Drama



Iqoqo lezingane ezithandekao neziphapheme zazizidlalela nje umdlalo ngenkathi zibuza umbuzo ngaphandle kokucabanga othi, “Isintu sivelaphi?” Uyayazi yini impendulo yalo mbuzo?

3.3.18

Akekho Umuntu Osenyameni Ongabalekela Usuku Lolaka

 IBandla likaNkulunkulu uSomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Iwasempumalanga

   Namuhla, ngikukhuzela ukuthi kusinde wena, ukuze umsebenzi Wami uqhubeke ngempumelelo, nokuthi umsebenzi Wami wokuqala wenziwe ngokufanele nangokuphelele emhlabeni jikelele, ngokuveza amazwi Ami, negunya, nokuphakama kanye nokwahlulela abantu bakuwo wonke amazwe nezinhlanga. 

27.12.17

Ukuhunyushwa Kwezwi Lesishiyagalolunye


uNkulunkulu wokuhlakanipha














Emicabangweni yabantu, uNkulunkulu unguNkulunkulu, umuntu ungumuntu. UNkulunkulu akakhulumi ulimi lwabantu, nomuntu akakhulumi ulimi lukaNkulunkulu, futhi kuNkulunkulu izinto ezilindelwe ngumuntu Kuye zilula kakhulu, kanti okufunwa nguNkulunkulu akunakwenzeka futhi akucabangeki kumuntu. 

21.12.17

Ukubaluleka Kokusindisa Isizukulwana SikaMowabi

Kule minyaka emibili ukuya kwemithathu, yomsebenzi, kufanele ukuthi ngabe sekuzuzweni emsebenzini wokwahlulelwa owenzelwe kinina usuzuziwe. Abantu abaningi babekele eceleni ikusasa, imicabango nempelela yabo.

15.12.17

Indlela Yokukhonza Yenkolo Kumelwe Ivalwe

IBandla likaNkulunkulu uSomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Iwasempumalanga
Kusukela ekuqaleni komsebenzi wakhe endaweni yonke, uNkulunkulu wanqumela kusengaphambili abantu abaningi ukuba bamkhonze, kuhlanganisa abantu abavela kuzo zonke izizinda zokuphila. 

Isexwayiso sikaNkulunkulu Sifinyelela kuBantu BaseNineve

(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ubu...