Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uNkulunkulu ongokoqobo. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uNkulunkulu ongokoqobo. Bonisa konke okuthunyelwe

26.11.18

21. Impi Yempilo Nokufa

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

UChang Moyang Edolobheni LaseZhengzhou, Esifundazweni SaseHenan 
Lapho ushiya inyama, ngokungegwemeke kuzokuba khona impi ngaphakathi. USathane ufuna ukuthi ulandele imicabango yenyama, ukuvikela lokho okufunwa yinyama. Nokho, intando kaNkulunkulu isakukhanyisela futhi ikukhanyise ngaphakathi, ikunyakazise ngaphakathi futhi isebenze ngaphakathi. 

23.6.18

Best South African Gospel Dance "uNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe Empumalang" (Zulu)



Best South African Gospel Dance "uNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe Empumalanga" (Zulu)

l
UNkulunkulu unike inkazimulo yakhe ku-Israyeli wase eyisusa,
eletha u-Israyeli nabantu bonke eMpumalanga.
UNkulunkulu usebaholele bonke ekukhanyeni
ukuze babumbane futhi bahlangane nokukhanya,
bengasadingi ukufuna ukukhanya.
Uzovumela bonke abafunayo babone ukukhanya futhi
nenkazimulo aba nayo kwa-Israyeli,
babone esehla ngefu elimhlophe phakathi kwabantu,
babone amafu amhlophe babone izixheke zezithelo,
babon’uJehova uNkulunkulu, uNkulunkulu ka-Israyeli,
babon’iNkosi yamaJuda, uMesiya olangazelelwayo,
nokuvela okuphelele Kwakhe //eshushiswa amakhosi eminyakeni

30.5.18

South African "Isizwe Nesizwe Sikhonza Unkulunkulu Usomandla" | Welcome the Return of the Savior



Ngobusuku obabugcwele izinkanyezi esibhakabhakeni, obungenamsindo nobunokuthula, iqembu lamaKristu lilinde ngobuqotho ukubuya koMsindisi licula futhi lidansela umculo omnandi. Lapho bezwa izindaba ezijabulisayo “UNkulunkulu usebuyile” nezithi “UNkulunkulu usekhulume amazwi amasha” bayamangala futhi bayajabula. Bayacabanga: “UNkulunkulu usebuyile? Usevelile?” Ngokulangazelela nangokungaqiniseki, omunye emva komunye, baqala uhambo lokufuna amazwi amasha kaNkulunkulu. Ekufuneni kwabo okukhandlayo, abanye abantu baba nemibuzo ekubeni abanye bamukela kalula.

24.5.18

Isahluko 42

   Angazi ukuthi lukhona yini uguquko abantu abalubonile ezwini lanamuhla. Abanye abantu kungenzeka ukuthi babonile kancane, kodwa abanaso isibindi sokusho ngokuqinisileyo.

Izwi Lamashumi Amathathu Nantathu

       Endlini Yami, kwake kwaba nalabo abalidumisa ngentshiseko igama Lami elingcwele, ababesebenza bengakhathali ukuze inkazimulo Yami emhlabeni igcwale emazulwini. Ngenxa yalokhu, ngangijabule kakhulu, inhliziyo Yami yayigcwele injabulo—kodwa ubani ongasebenza esikhundleni Sami, adele ubuthongo ubusuku nemini? 

17.5.18

Izwi Lamashumi Amabili Nantathu

Ukulunga, uNkulunkulu ongokoqobo,         





       











      Uma kuphuma izwi Lami, amehlo Ami akhipha umlilo, ngibheke umhlaba wonke, ngiqaphele umhlaba jikelele. Bonke abantu bakhuleka Kimi, babhekise amehlo abo Kimi, bekhulekela ukuba ngimise intukuthelo Yami futhi befunga ukuba abasoze baphinde bangihlubuke. Lesi akusona isikhathi esedlule; sekungesamanje. 

17.4.18

Umsebenzi kaNkulunkulu, Isimo SikaNkulunkulu, NoNkulunkulu Uqobo Lwakhe III

Lokhu kuhlanganyela okwahlukahlukene kube nomthelela kuwo wonke umuntu ngamunye. Njengamanje, abantu sebengakwazi ngempela ekugcineni ukuzwa ubukhona bukaNkulunkulu ngokweqiniso nokuthi empeleni uNkulunkulu usondelene kakhulu nabo. 

15.4.18

Umlilo Owathusa Isizwe Esizindeni SaseJiIdolobha lase Tianjin

       UChen Yao, waseTianjin
         Isakhiwo iLaide sasingenye yezinxanxathela ezinkulukazi zezitolo esifundeni saseJi. UNhlangulana ziwu 30, 2012 wawunguMgqibelo, iLaide yayinendali, ngakho kwakunesibalo sabathengi abayinqwaba. Ngesikhathi esithile emva kuka-3:00 ngaleyo ntambama, isakhiwo samane sathungeleka ngomlilo ngokuphazima kweso.

10.3.18

God's Will Is Carried Out on Earth "Umbuso KaKristu Usufeziwe Phakathi Kwabantu" 2018christian dance



Isingeniso

I
UNkulunkulu uSomandla osesimweni somuntu
uvela ezinsukwini zokugcina eMpumalanga,
njengelanga nje elinokulunga liphuma;
isintu sesikubonile ukukhanya kweqiniso kuvela.
UNkulunkulu onokulunga futhi onobukhosi, onothando nomusa
ngokuzithoba uzifihle phakathi kwabantu,
ekhipha iqiniso, ekhuluma futhi esebenza

14.12.17

Ingabe UZiqu Zintathu Into Ekhona?

        Ngemva kokuba iqiniso lokuba yinyama kukaJesu libe khona, umuntu wayekholwa yilokhu: Ezulwini akukho kuphela uBaba, kodwa kuneNdodana, kanye noMoya imbala. Abantu bebelokhu bekholelwa, ukuthi kunalo Nkulunkulu ezulwini:

2.12.17

Thanda uNkulunkulu Ngenhliziyo Yami Yonke "Ngizothanda UNkulunkulu Kuze Kube Phakade" (Ividiyo Yomculo Esemthethweni)


Ngizothanda UNkulunkulu Kuze Kube Phakade

I
O Nkulunkulu! Amazwi aKho angibuyisele Kuwe.
Ngiyakwamukela ukuqeqeshwa embusweni waKho imini nobusuku.
Ngokuvivinywa kaningi nangezinhlungu, ngezinsizi eziningi.
Izikhathi eziningi ngichiphiza izinyembezi futhi ngizizwa ngihlabekile enhliziyweni,
futhi izikhathi eziningi ngiye ngawela esicuphweni sikaSathane.
Kodwa awukaze ungishiye.
Uye wangihola ebunzimeni obuningi, wangigcina ezingozini eziningi.
Manje ngiyazi ukuthi ungithandile.

27.11.17

Amukela Ukubuya kweNkosi uJesu "UNkulunkulu Uletha Inkazimulo Yakhe EMpumalanga"



UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe EMpumalanga

I
UNkulunkulu unikeze inkazimulo Yakhe ku-Israyeli 
wabe eseyisusa lapho,
waletha abakwa-Israyeli eMpumalanga, futhi waletha bonke abantu eMpumalanga.
UNkulunkulu ubaholele bonke ekukhanyeni
ukuze bazophinda babumbane babe nenhlanganyelo nokukhanya
singabe sisaba khona isidingo sokufuna, sokufuna ukukhanya.

Isexwayiso sikaNkulunkulu Sifinyelela kuBantu BaseNineve

(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ubu...