Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uNkulunkulu esimweni somuntu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uNkulunkulu esimweni somuntu. Bonisa konke okuthunyelwe

11.10.18

EZwini LikaNkulunkulu USomandla, Ngithole Indlela Yami Yempilo

UNovo ePhillippines
Igama lami nginguNovo, ngingumFiliphi. Kusela ngisemncane, ngangikholwa uNkulunkulu nomama wami. Ngangiya enkonzweni nabafowethu nodadewethu siyolalela izintshumayelo. Nakuba ngangikholwa yiNkosi iminyaka eminingi, ngangizizwa sengathi angikholwa. Ngaphakathi enhliziyweni yami, usuku lonke, ngangiye ngicabange ukuthi ngingayihola kanjani imali eningi ngiphile impilo engcono. 

17.9.18

3. Igama likaNkulunkulu lingashintsha, kodwa umongo Wakhe awusoze washintsha

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
Kunalabo abathi uNkulunkulu akaguquki. Kuyiqiniso lokho, kodwa lokho kubhekiswe ekungaguqukini kwesimo sikaNkulunkulu nesiqu Sakhe. Izinguquko egameni Lakhe nasemsebenzini Wakhe azisho ukuthi isiqu Sakhe sesiguqulile; ngamanye amazwi, uNkulunkulu uyohlala enguNkulunkulu, futhi lokhu akusoze kwaguquka. 

26.8.18

South African Gospel Song "UNkulunkulu Angazuza Isintu Kuphela Ngokusebenza Enyameni"



South African Zulu Song “UNkulunkulu Angazuza Isintu Kuphela Ngokusebenza Enyameni” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
I
Ngezwi likaNkulunkulu elingokoqobo,
ubuthakathaka nokuhlubuka komuntu kuyahlulelwa futhi kwembulwe.
Bese umuntu ethola lokhu akudingayo.
Uyabona ukuthi uNkulunkulu usefikile kulo mhlaba wabantu.

2.8.18

1. Umuntu kufanele aqonde ukuthi umyalezo osatshalaliswa yiNkosi uJesu Ngenkathi Yomusa kwakuyindlela yokuphenduka kuphela.

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
Phendukani: ngokuba umbuso wezulu usondele(Mathewu 4:17).
Ngoba lokhu kuyigazi lami lesivumelwano esisha, elithululwa ngenxa yabaningi ngokuthethelelwa kwezono (UMathewu 26:28).

17.5.18

Isenzo (5)

      Ngesikhathi seNkathi Yomusa, uJesu wakhuluma amazwi athile wenza isigaba esisodwa somsebenzi. Bekunengqikithi kuwo futhi ebefanele izimo zabantu ngaleso sikhathi; uJesu wakhuluma futhi wasebenza njengoba kufanele ingqikithi yangaleso sikhathi. Wabuye wakhuluma iziphrofetho ezithile. 

8.5.18

Best Christian Movie | "Yearning" | God Reveals the Mystery of Kingdom of Heaven (Eglish Dubbed)




Two thousand years ago, the Lord Jesus promised His followers: "I go to prepare a place for you. And if I go and prepare a place for you, I will come again, and receive you to myself; that where I am, there you may be also" (John 14:2-3). Because of this, generations of believers have continued to obsessively hope and pray for the fulfillment of the Lord's promise, and hope and pray that they are raptured into the heavens to meet the Lord and enter into the kingdom of heaven when the Lord comes. This also describes this film's protagonist, Chen Xiangguang.

17.4.18

Umsebenzi kaNkulunkulu, Isimo SikaNkulunkulu, NoNkulunkulu Uqobo Lwakhe III

Lokhu kuhlanganyela okwahlukahlukene kube nomthelela kuwo wonke umuntu ngamunye. Njengamanje, abantu sebengakwazi ngempela ekugcineni ukuzwa ubukhona bukaNkulunkulu ngokweqiniso nokuthi empeleni uNkulunkulu usondelene kakhulu nabo. 

8.4.18

14.3.18

Indlela Yokwazi Iqiniso

UNkulunkulu unguNkulunkulu ongokoqobo: Wonke umsebenzi Wakhe ungokoqobo, wonke amazwi awakhulumayo angokoqobo, futhi wonke amaqiniso awavezayo angokoqobo. 

9.1.18

Imfihlakalo Yokuba Senyameni (3)

      Lapho uNkulunkulu enza umsebenzi Wakhe, akezeli ukuzokwenza izakhiwo noma izinhlangano; uzela ukuzogcwalisa inkonzo Yakhe. Njalo lapho eba senyameni, kungenxa yokufeza isigaba somsebenzi nokuvula inkathi entsha. Manje yiNkathi Yombuso, futhi umuntu usengene empilweni yombuso.

Imfihlakalo Yokuba Senyameni (2)

Ngesikhathi uJesu esebenzela eJudiya, wayesebenza obala, kodwa manje, ngisebenza futhi ngikhulume nani ekusithekeni. Abangewona amakholwa abakuboni nhlobo lokhu. Ukusebenza Kwami phakathi kwenu kuqhelile kokwabanye. 

4.12.17

South African Gospel Song "UNkulunkulu Angazuza Isintu Kuphela Ngokusebenza Enyameni"



South African Gospel Song "UNkulunkulu Angazuza Isintu Kuphela Ngokusebenza Enyameni"

I Ngezwi likaNkulunkulu elingokoqobo, ubuthakathaka nokuhlubuka komuntu kuyahlulelwa futhi kwembulwe. Bese umuntu ethola lokhu akudingayo. Uyabona ukuthi uNkulunkulu usefikile kulo mhlaba wabantu. Umsebenzi kaNkulunkulu ongokoqobo uhlose ukusindisa wonke umuntu ethonyeni likaSathane, abahlenge ekungcoleni, esimweni sabo esonakaliswe nguSathane. Ukuzuzwa nguNkulunkulu kusho ukulandela isibonelo Sakhe njemgomfuziselo ophelele womuntu. Landela uNkulunkulu ongokoqobo, phila impilo yobuntu ejwayelekile, gcina amazwi nemiyalelo Yakhe, ugcine ngokuphelele lokho akushoyo, futhi athole lokho akucelayo, lapho-ke uyozuzwa nguNkulunkulu.

2.12.17

Thanda uNkulunkulu Ngenhliziyo Yami Yonke "Ngizothanda UNkulunkulu Kuze Kube Phakade" (Ividiyo Yomculo Esemthethweni)


Ngizothanda UNkulunkulu Kuze Kube Phakade

I
O Nkulunkulu! Amazwi aKho angibuyisele Kuwe.
Ngiyakwamukela ukuqeqeshwa embusweni waKho imini nobusuku.
Ngokuvivinywa kaningi nangezinhlungu, ngezinsizi eziningi.
Izikhathi eziningi ngichiphiza izinyembezi futhi ngizizwa ngihlabekile enhliziyweni,
futhi izikhathi eziningi ngiye ngawela esicuphweni sikaSathane.
Kodwa awukaze ungishiye.
Uye wangihola ebunzimeni obuningi, wangigcina ezingozini eziningi.
Manje ngiyazi ukuthi ungithandile.

20.11.17

Ukuba Semzimbeni Wobuntu Okubili Kuphelelisa Ukubaluleka Kokuba Semzimbeni Wobuntu

Isigaba ngasinye somsebenzi owenziwe nguNkulunkulu sinokubaluleka kwaso ngokoqobo. Kudala, lapho uJesu efika, wayengowesilisa, kodwa lapho uNkulunkulu eza manje, ungowesifazane.

14.11.17

Indlela Yokwazi UNkulunkulu Osemhlabeni

Nonke niyakujabulela ukuthola umvuzo phambi kukaNkulunkulu nokuba ababekelwe umusa Wakhe emehlwenu Akhe. Lokhu kuyisifiso sawo wonke umuntu emuva kokuqala ukukholwa kuNkulunkulu, ngokuba umuntu ulwela izinto eziphezulu ngenhliziyo yakhe yonke futhi akekho ofisa ukuba semuva kwabanye. Lena indlela yomuntu. 

Isexwayiso sikaNkulunkulu Sifinyelela kuBantu BaseNineve

(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ubu...