Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Ukulunga. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Ukulunga. Bonisa konke okuthunyelwe

19.11.18

7. Phakathi Nezinhlekelele Mina Ngabona Isimo Sokulunga SikaNkulunkulu

 ULi Jing, eBeijing 

 KuNcwaba 7, 2012 
Ngalolo suku, laqala ukuna ekuseni. Ngaya emhlanganweni emzini womunye umzalwane ongumfowethu, ngenkathi imvula iya ngokwenyukela kakhulu. Kuthe kushaya intambama laliyithela phansi kungathi ivela emazulwini ngqo. 

2.9.18

2. Yini ukuhlwithwa kwangempela?

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
Phakathi kwamabili kwezwakala izwi elikhulu, Bheka, kuza umkhwenyana; phumani niyomhlangabeza(Mathewu 25:6).

29.8.18

84. Inguquko Yomuntu Owileyo

UTong Xin    Esifundazweni saseFujian
Ngazalelwa ezindaweni ezingaphandle kwasemadolobheni. Ngazalelwa emndenini wabalimi abazithobile futhi phezu kwalokho umndeni wethu wawumbalwa ngokwesibalo, ngakho sasiqinelwa esikhathini esiningi.

10.8.18

32. Wonke Amazwi KaNkulunkulu Ayisibonakaliso Sesimo Sakhe


UHu Ke    Edolobheni laseDezhou, EsiFundazweni saseShandong 
Njalo uma ngibona la mazwi ekhulunywa nguNkulunkulu, ngangizizwa nginetwetwe: “Umusho ngamunye engiwukhulumile umumethe isimo sikaNkulunkulu. Niyobe nenza kahle uma nizindla ngokucophelela ngamazwi Ami, futhi niyozuza kakhulu kuwona.

30.7.18

6. Umsebenzi Waloluhlobo Awumuhle Neze

UDing Ning     waseDolobheni laseHeze, esifundeni saseShadong
Ezinsukwini ezimbalwa ezedlule, ibandla belihlele ushintsho emsebenzini wami. Njengoba ngathola lo msebenzi omusha, ngangicabanga ukuthi “ngidinga ukuthatha leli thuba lokugcina lokubiza umhlangano nabafowethu kanye nodadewethu, ngikhulume nabo kucace ngezindaba, futhi ngibashiye nesithombe esihle.” Ngakho-ke, ngahlangana namadikoni ambalwa, futhi ngasekupheleni kwesikhathi sindawonye, ngathi, 

26.7.18

46. Yini umehluko phakathi komsebenzi wokuhlenga weNkathi Yomusa kanye nomsebenzi wokwahlulela weNkathi Yombuso? Kungani umuntu kufanele amukele umsebenzi wokwahlulela kwezinsuku zokugcina ngaphambi kokuthola insindiso?

Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Ngaleso sikhathi umsebenzi kaJesu wawungukuhlengwa kwaso sonke isintu. Izono zabo bonke ababekholwa Kuye zazithethelelwa; uma nje ukholwa Kuye, wayengakukhulula; uma ukholwa Kuye, wawungasesona isoni, wawukhululiwe ezonweni zakho. Yilokhu okwakushiwo ukusindiswa nokulungiswa ngokukholwa. Nokho, kulabo ababekholwa, kwasala labo ababehlubuka futhi bephikisa uNkulunkulu, okwakusadingeka baqedwe kancane kancane.

25.7.18

45. Kungani uNkulunkulu ehlulela futhi esola isintu esikhohlakele emsebenzini Wakhe wezinsuku zokugcina?

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
Ngoba sesifikile isikhathi sokuqala kwesahlulelo endlini kaNkulunkulu (1 Petru 4:17).
Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:

Umsebenzi wezinsuku zokugcina ukwahlukanisa bonke ngokohlobo lwabo, ukuze kuphothulwe uhlelo lukaNkulunkulu lokuphatha, ngoba isikhathi sesisondele futhi usuku lukaNkulunkulu selufikile. UNkulunkulu uletha bonke asebengene embusweni Wakhe, okusho ukuthi, bonke labo abethembeke Kuye kwaze kwaba sekugcineni, enkathini kaNkulunkulu uqobo. 

22.7.18

41. Kungani uNkulunkulu enza umsebenzi omusha enkathini ngayinye? Kungenxa yaziphi izizathu ngempela ukuba nenkathi entsha?

Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Lonke uhlelo Lwami lokuphatha, uhlelo oluhlanganisa iminyaka eyizinkulungwane eziyisithupha, lunezigaba ezintathu, noma izinkathi ezintathu: Inkathi yoMthetho ekuqaleni; Inkathi yoMusa (ephinde yaziwe ngokuthi Inkathi yokuHlengwa); neNkathi yoMbuso ezinsukwini zokugcina. </span

16.7.18

32. Esikhathini esedlule, ngimelane futhi ngenqaba umsebenzi kaNkulunkulu uSomandla kakhulu futhi ngisho izinto ezihlambalazayo; ingabe uNkulunkulu usazongisindisa?

Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Labo abajezisiwe ngeke ngempela basindiswe, kuthi labo abasindisiwe kuyoba yilabo abayozuza insindiso kaNkulunkulu, bonke labo abangasindiswa bayosindiswa ngokuphelele, akekho nomunye oyolahlwa, ngoba inhloso yomsebenzi kaNkulunkulu ukusindisa abantu. 

9.7.18

20. Ukungakholwa kuNkulunkulu uSomandla akukhona yini ukukhaphela iNkosi uJesu? Ingabe lokhu akukhona ukuhlubuka?

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Lowo onqobayo ngizomenza insika ethempelini likaNkulunkulu wami, futhi angeke esaya ngaphandle: futhi ngizobhala kuye igama likaNkulunkulu wami, negama lomuzi kaNkulunkulu wami, okuyiJerusalema elisha, elizovela ezulwini kuNkulunkulu wami: futhi ngizobe sengibhala kuye igama lami elisha” (IsAmbulo 3:12)

11.6.18

Izwi Lamashumi Amane Nesithupha

        Angazi ukuthi abantu bakahle kangakanani ekwenzeni amazwi Ami abe yisesekelo sobukhona babo. Ngibe nalo njalo ixhala ngesigcino somuntu, kodwa abantu babukeka bengakuqondi lokhu—ngaleso sizathu-ke, abakaze bazinake izenzo Zami, futhi alukaze lwakheke noma yiluphi uthando kubo ngenxa yokuziphatha Kwami kumuntu. Kungathi bawukhiphe kudala umuzwa ojulile wokuba banelise inhliziyo Yami. Ekubhekweni yilezi zimo, ngiyaphinda futhi ngiyathula. Kungani amazwi Ami engakufanele ukunakwa ngabantu, ukuba angeniswe futhi? 

24.5.18

Izwi Lamashumi Amathathu Nantathu

       Endlini Yami, kwake kwaba nalabo abalidumisa ngentshiseko igama Lami elingcwele, ababesebenza bengakhathali ukuze inkazimulo Yami emhlabeni igcwale emazulwini. Ngenxa yalokhu, ngangijabule kakhulu, inhliziyo Yami yayigcwele injabulo—kodwa ubani ongasebenza esikhundleni Sami, adele ubuthongo ubusuku nemini? 

17.5.18

Izwi Lamashumi Amabili Nantathu

Ukulunga, uNkulunkulu ongokoqobo,         





       











      Uma kuphuma izwi Lami, amehlo Ami akhipha umlilo, ngibheke umhlaba wonke, ngiqaphele umhlaba jikelele. Bonke abantu bakhuleka Kimi, babhekise amehlo abo Kimi, bekhulekela ukuba ngimise intukuthelo Yami futhi befunga ukuba abasoze baphinde bangihlubuke. Lesi akusona isikhathi esedlule; sekungesamanje. 

14.4.18

Imbubhiso Ngokuphazima Kweso

—IQingping Township esesiFundazweni saseSichuan yanyamalala kabili ngenxa yokudelela kwayo ivangeli likaNkulunkulu uSomandla lezinsuku zokugcina



                                                 UJing Wei, wasesiFundazweni saseSichuan
        Ngesikhathi sokuzamazama okukhulu komhlaba okwenzeka mhla ziyi-12 kuMeyi, 2008, kwanyamalala idolobha lonke: Leyo kwakuyi-Qingping Township endaweni kamasipala waseMianzhu esiFundazweni sase-Sichuan. Ngenxa yokucinywa kolwazi uhulumeni, lena akuyona into eyaziwa abantu abaningi.

20.3.18

Izwi Lamashumi Amabili Nesithupha

UNkulunkulu uSomandla,Iqiniso,Indlela












Ubani oke wahlala ekhaya Lami? Ubani oke wangimela? Ubani oke wahlupheka ngenxa Yami? Ubani oke wenza isithembiso phambi Kwami? Ubani oke wangilandela kwaze kwaba manje kodwa engakashintshi? Kungani bonke abantu bengenandaba futhi bengenazwelo? 

16.3.18

Ababi Kumele Bajeziswe

 IBandla likaNkulunkulu uSomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Iwasempumalanga

Ukuhlola ukuthi wenza ukulunga kukho konke okwenzayo yini, nokuthi zonke izenzo zakho ziyabonwa yini uNkulunkulu, kuyizimiso zokuziphatha zalabo abakholwa kuNkulunkulu. 

15.12.17

Indlela Yokukhonza Yenkolo Kumelwe Ivalwe

IBandla likaNkulunkulu uSomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Iwasempumalanga
Kusukela ekuqaleni komsebenzi wakhe endaweni yonke, uNkulunkulu wanqumela kusengaphambili abantu abaningi ukuba bamkhonze, kuhlanganisa abantu abavela kuzo zonke izizinda zokuphila. 

4.12.17

Izwi Lesithathu


INkosi enqobile ihleli esihlalweni Sayo sobukhosi esikhazimulayo. Ifeze ukuhlenga futhi iholele bonke abantu Bayo ekubeni babonakale enkazimulweni. Iphethe izulu nomhlaba ezandleni Zayo futhi ngokuhlakanipha namandla Ayo obunkulunkulu yakhe futhi yenza iSiyoni eliqinile. 

11.11.17

Imithetho YeNkathi Entsha

       Nitshelwe ukuthi nizihlomise ngamazwi kaNkulunkulu, ukuthi ngaphandle kwalokhu enikuhlelelwe, konke kuhlelwe yisandla sikaNkulunkulu, nokuthi asikho isidingo somthandazo wenu oqotho noma wokunxusa – akunalo usizo.

Isexwayiso sikaNkulunkulu Sifinyelela kuBantu BaseNineve

(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ubu...