Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula UJehova. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula UJehova. Bonisa konke okuthunyelwe

22.7.18

41. Kungani uNkulunkulu enza umsebenzi omusha enkathini ngayinye? Kungenxa yaziphi izizathu ngempela ukuba nenkathi entsha?

Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Lonke uhlelo Lwami lokuphatha, uhlelo oluhlanganisa iminyaka eyizinkulungwane eziyisithupha, lunezigaba ezintathu, noma izinkathi ezintathu: Inkathi yoMthetho ekuqaleni; Inkathi yoMusa (ephinde yaziwe ngokuthi Inkathi yokuHlengwa); neNkathi yoMbuso ezinsukwini zokugcina. </span

5.7.18

12. Izigaba ezintathu zomsebenzi kaNkulunkulu zijula kanjani kancane kancane ukuze zilethele isintu insindiso?

Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Umsebenzi wokuphatha isintu uhlukaniswe waba izigaba ezintathu, okusho ukuthi umsebenzi wokusindisa isintu uhlukaniswe waba izigaba ezintathu. Lezi zigaba ezintathu azihlanganisi umsebenzi wokudala umhlaba, kodwa kunalokho izigaba ezintathu zeNkathi Yomthetho, iNkathi Yomusa, kanye neNkathi Yombuso. Umsebenzi wokudala umhlaba kwabe kuwumsebenzi wokudala sonke isintu. 

28.5.18

South African Gospel Song "UNkulunkulu UnguMbusi Wohlelo Lokuphatha Lweminyaka Eyizinkulungwane Eziyisithupha"



South African Gospel Song "UNkulunkulu UnguMbusi Wohlelo Lokuphatha Lweminyaka Eyizinkulungwane Eziyisithupha"
I
Umsebenzi kaNkulunkulu wenziwa nguNkulunkulu uqobo Lwakhe.
Nguye oqala umsebenzi Wakhe, futhi Nguye owuphethayo.
Nguye ohlela umsebenzi.
Nguye owuphathayo, ngaphezu kwalokho afikise umsebenzi ekuphumeleleni.
Kunjengoba kushiwo eBhayibhelini, “uNkulunkulu uyisiQalo nesiPhetho;
uNkulunkulu unguMtshali futhi uphinde abe nguMvuni.”
“UNkulunkulu uyisiQalo nesiPhetho;
uNkulunkulu unguMtshali futhi uphinde abe nguMvuni, futhi uphinde abe nguMvuni.”
Konke okuhlobene nomsebenzi wokuphatha Kwakhe kwenziwa yisandla Sakhe, kwenziwa yisandla Sakhe.

22.4.18

MUSICAL DOCUMENTARY Isethembiso SikaNkulunkulu Kuma-Israyeli coming soon to reveal the mysteries of human life


UNkulunkulu Uhola Ama-Israyeli Ewakhipha EGibhithe

“Futhi uMose wayeselula isandla sakhe phezu kolwandle; iNKOSI yaphindisela emuva amanzi ngomoya onamandla wasempumalanga ubusuku bonke, yaphendula ulwandle lwaba ngumhlabathi owomileyo, amanzi ahlukana. Futhi abantwana bakwa-Israyeli bangena phakathi kolwandle emhlabathini owomileyo: futhi amanzi aba lugange kubo ngakwesokunene nangakwesokhohlo” (Eksodusi 14:21-22).

MUSICAL DOCUMENTARY UNkulunkulu Uhola Ama-Israyeli Ewakhipha EGibhithe coming soon to reveal the mysteries of human life


UNkulunkulu Uhola Ama-Israyeli Ewakhipha EGibhithe

“Futhi uMose wayeselula isandla sakhe phezu kolwandle; iNKOSI yaphindisela emuva amanzi ngomoya onamandla wasempumalanga ubusuku bonke, yaphendula ulwandle lwaba ngumhlabathi owomileyo, amanzi ahlukana. Futhi abantwana bakwa-Israyeli bangena phakathi kolwandle emhlabathini owomileyo: futhi amanzi aba lugange kubo ngakwesokunene nangakwesokhohlo” (Eksodusi 14:21-22).

27.12.17

Mayelana NeBhayibheli (1)

  Kufanele silithathe kanjani iBhayibheli ekukholweni kuNkulunkulu? Lo umbuzo omayelana nomyalo. Kungani sixoxisana ngalo mbuzo? Yingoba esikhathini esizayo uyosabalalisa ivangeli futhi wandise umsebenzi weNkathi Yombuso, futhi akwanele ukumane wazi ukukhuluma ngomsebenzi kaNkulunkulu namhlanje. 

17.12.17

Umsebenzi Ngenkathi Yomthetho

        Umsebenzi uJehova awenza kuma-Israyeli wamisa phakathi kwesintu indawo kaNkulunkulu yokudabuka emhlabeni, futhi okwakuyindawo engcwele ayekhona kuyo. 

Ukwazi Izigaba Ezintathu Zomsebenzi KaNkulunkulu Kuyindlela Yokwazi UNkulunkulu

IBandla likaNkulunkulu uSomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Iwasempumalanga



         Umsebenzi wokuphatha isintu uhlukaniswe waba izigaba ezintathu, okusho ukuthi umsebenzi wokusindisa isintu uhlukaniswe waba izigaba ezintathu. Lezi zigaba ezintathu azihlanganisi umsebenzi wokudala umhlaba, kodwa kunalokho izigaba ezintathu zeNkathi Yomthetho, iNkathi Yomusa, kanye neNkathi Yombuso. 

18.11.17

Mayelana neBhayibheli (2)

         IBhayibheli futhi libizwa ngokuthi iTestamente Elidala neTestamente Elisha. Niyazi ukuthi “itestamente” kuchaza ukuthini? “Itestamente” eTestamenteni Elidala livela esivumelwaneni sikaJehova kanye nabantu bakwa-Israyeli, ngesikhathi ebulala abantu baseGibhithe futhi wasindisa abakwa-Israyeli kuFaro. 

11.11.17

Imithetho YeNkathi Entsha

       Nitshelwe ukuthi nizihlomise ngamazwi kaNkulunkulu, ukuthi ngaphandle kwalokhu enikuhlelelwe, konke kuhlelwe yisandla sikaNkulunkulu, nokuthi asikho isidingo somthandazo wenu oqotho noma wokunxusa – akunalo usizo.

Isexwayiso sikaNkulunkulu Sifinyelela kuBantu BaseNineve

(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ubu...