Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukukholwa kuNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukukholwa kuNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

19.11.18

7. Phakathi Nezinhlekelele Mina Ngabona Isimo Sokulunga SikaNkulunkulu

 ULi Jing, eBeijing 

 KuNcwaba 7, 2012 
Ngalolo suku, laqala ukuna ekuseni. Ngaya emhlanganweni emzini womunye umzalwane ongumfowethu, ngenkathi imvula iya ngokwenyukela kakhulu. Kuthe kushaya intambama laliyithela phansi kungathi ivela emazulwini ngqo. 

14.11.18

New Zulu Gospel Movie Clip - "Ukuphakama Nokuwa Kombuso WamaRoma"



South African Gospel Music "Ukuphakama Nokuwa Kombuso WamaRoma"
UMbuso wamaRoma omdala usungulelwa
ukuthi kusabalale ubuKristu. Uyachuma nobuKristu buyinkolo yombuso wawo. Bese ubhidlika ngenxa yokuhlupha kwawo amaKristu. …. Buka lesi siqephu sebhayisikobho yobuKristu ukuze uthole izizathu eziyimbangela yokuphakama nokuwa koMbuso wamaRoma.

22.10.18

Ukuba Sejele Ekupheleleni Kobusha

UChenxi, Esifundazweni SaseHebei 
Wonke umuntu uthi ukuphelela kobusha bethu yisikhathi sokuphila esihle nesimsulwa kakhulu. Mhlawumbe kwabaningi, leyo minyaka igcwele izinkumbulo ezimnandi, kodwa lokho engangingakaze ngikulindele kwaba ukuthi ngichithe ubusha bami ejele.

30.1.18

Uthando Lwangempela lukaNkulunkulu Luyazenzakalela

        Bonke abantu bake balungiswa ngenxa yamazwi kaNkulunkulu. Uma kwakungazange kwenzeke ukuba uNkulunkulu abe sesimweni somuntu ngokuqinisekile isintu ngabe asibusiswanga ukuba sihlupheke ngaleyo ndlela. Kungabuye kubekwe ngale ndlela— labo abakwaziyo ukwamukela ukulingwa ngamazwi kaNkulunkulu bangabantu ababusisiwe. 

Isexwayiso sikaNkulunkulu Sifinyelela kuBantu BaseNineve

(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ubu...