Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula iphimbo likaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula iphimbo likaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

4.11.18

31. Nithe iNkosi uJesu isibuyile, kodwa asikukholwa lokho. Sibe nokholo eNkosini iminyaka eminingi futhi siyisebenzele njalo ngokungakhathali. Lapho iNkosi ifika kufanele ikwembule kithi. Njengoba iNkosi ingakakwembuli kithi, lokho kubonisa nje kithi ukuthi ayikabuyi. Yini eyiphutha ngalokhu kukholwa?

Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Umsebenzi kaNkulunkulu uyaqhubeka nokuthuthuka, futhi nakuba inhloso yomsebenzi Wakhe ingaguquki, izindlela asebenza ngazo ziyaguquguquka njalo, kanjalo nangalabo abalandela uNkulunkulu. … Bonke abantu bafisa ukuzuza uNkulunkulu kodwa abakwazi ukubekezelela ushintsho emsebenzini kaNkulunkulu. Labo abangawamukeli umsebenzi omusha kaNkulunkulu bakholelwa ukuthi umsebenzi kaNkulunkulu awuguquki, nokuthi umsebenzi kaNkulunkulu uhlala ume nse.

23.1.18

Izwi Lamashumi Amathathu Nanhlanu

Ngiqalile ukwenza umsebenzi Wami kubantu, ngokubavumela ukuthi bahlale emfuleni owodwa Nami. Ngizowuqeda ngisenabo umsebenzi Wami, ngoba bayilokho engikulawulayo ohlelweni lonke lokuphatha Kwami—futhi kuyisifiso Sami ukuthi babe ngongqo-shishilizi ezintweni zonke. 

24.12.17

UNkulunkulu UyiNkosi Yakho Konke Okudaliwe

Isigaba esisodwa somsebenzi wezinkathi ezimbili ezingaphambilini wenzeka kwa-Israyeli; esinye senzeka eJudiya. Uma sikhuluma ngokujwayelekile, asikho esalezi zigaba zomsebenzi esashiya kwa-Israyeli;

21.12.17

Izwi Lokuqala

     Ukudumisa kufikile eSiyoni futhi indawo yokuhlala kaNkulunkulu ibonakele. Igama elihle elingcwele lidunyiswa yibo bonke abantu, futhi liyasabalala. A, Nkulunkulu uSomandla! Inhloko yezulu nomhlaba, uKristu wezinsuku zokugcina—uyiLanga elikhanyayo, futhi uphakeme phezu kweNtaba iSiyoni enobukhosi futhi emangalisayo kulo lonke izulu nomhlaba …

15.12.17

Isexwayiso sikaNkulunkulu Sifinyelela kuBantu BaseNineve

(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ubu...