Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uNkulunkulu wokuhlakanipha. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uNkulunkulu wokuhlakanipha. Bonisa konke okuthunyelwe

10.8.19

Ulaka LukaNkulunkulu Lungokokulonda Wonke Amandla Okulunga Kanye Nezinto Ezinhle Zonke

Ngokuqonda lezi zibonelo zenkulumo kaNkulunkulu, imicabango nezenzo, uyakwazi yini ukuqonda isimo sikaNkulunkulu esilungile, isimo esingeke sanengeka? Ekugcineni, lena ingxenye yesimo esiyingqayizivele kuNkulunkulu Uqobo Lwakhe, akukhathaliseki ukuthi umuntu uqonda kangakanani. Ukungabekezelelani nesinengiso kukaNkulunkulu kungubukhona Bakhe obukhethekile;

2.8.19

Nakuba Ulaka LukaNkulunkulu Lucashile Futhi Lungaziwa Umuntu, Alukumeli Ukoniwa

Impatho kaNkulunkulu yesintu esinobuwula nokungabi nalwazi sisonke, isekelwe isihe nokubekezelela. Ulaka Lwakhe, ngakolunye uhlangothi, lufihlekile esikhathini nasezintweni eziningi; alwaziwa umuntu.

24.7.19

Emuva Kokuphindelela KweSodoma Limelana Naye Futhi Limzonda, UNkulunkulu Uyalibhubhisa Uyayiqeda Nya

Uma sesinokuqonda nokho isimo esilungileyo sikaNkulunkulu, singabuyisa umqondo sibheke umuzi waseSodoma lokho uNkulunkulu akubona njengomuzi wesono. Ngokuqonda ingqikithi yalo muzi, singaqonda ukuthi kungani uNkulunkulu ayefuna ukuwubhubhisa nokuthi kungani wawubhubhisa wawuqeda nya. Ngalokhu, singafika ekwazini isimo sikaNkulunkulu esilungile.

7.12.18

70. Umsebenzi KaNkulunkulu Uhlakaniphe Kakhulu!

UShiji    Edolobheni LaseMa’anshan Esifundazweni saseAnhui
Ngesikhathi ngisebenza njengomholi ebandleni, umholi wami wayevame ukwabelana nathi ngezibonelo zokuhluleka kwabanye ukuze afundise thina isifundo. Isibonelo: Abanye abaholi babekhuluma kuphela ngezincwadi nezimfundiso kodwa behluleka ukubala okwabo ukonakala noma ukuxoxa mayelana nokuqonda kwabo ukuthi iqiniso lisebenza kanjani empilweni yangokoqobo. 

10.11.18

UNkulunkulu Ebusa Phezu Kwezulu Nomhlaba



South African Gospel Music "UNkulunkulu Ebusa Phezu Kwezulu Nomhlaba" (Zulu Subtitles)
Izulu nomhlaba kubanzi ngokungenamkhawulo, nezinkanyezi ezingabaleki ezakha umzungezo oowenziwe ngobunyoninco…. Uyafisa ukuthola ukuthi ngubani owadala imihlaba esemkhathini wezulu nomhlaba, futhi ngubani oyalela indlela yayo? Isiqephu sebhayisikobho yobuKristu esimangalisayo esithi UNkulunkulu Ebusa Phezu Kwezulu Nomhlaba sizokukhombisa amandla amakhulu oMdali.

6.11.18

47. Uma uNyazi lwaseMpumalanga luyindlela yeqiniso, kungani uhulumeni we-CCP njalo ucindezela kanzima, ubopha, futhi ushushisa ngokumelene noNyazi lwaseMpumalanga?

Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Izinkulungwane zeminyaka leli bekulokhu kuyizwe eligcwele ukungcola, lingcole ngokwedlulele, ligcwele usizi, izipokwe zigcwele zonke izinkalo, bayaphamba futhi bakhohlise, basola ngaphandle kwesizathu,[1] banonya futhi babi, bathuthumelisa izipokwe bazishiye nezidumbu; 

44. Ingabe ukwahlulela kwezinsuku zokugcina okushiwo eBhayibhelini kubhekise emsebenzini kaNkulunkulu uSomandla ezinsukwini zokugcina?

Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Abanye bakholwa ukuthi ngezinye izikhathi uNkulunkulu angeza emhlabeni ukuze abonakale kumuntu, lapho eyokwahlulela isintu mathupha, avivinye umuntu ngamunye kungasali muntu. 

4.11.18

33. EBhayibhelini kuthiwa, alikho elinye igama ngaphansi kwezulu elinikwe abantu, kuphela uMsindisi nguJesu Kristu, onguye izolo, nanamuhla, naphakade. Kodwa namuhla kungani nikholwa kuNkulunkulu uSomandla?

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
"Lowo onqobayo ngizomenza insika ethempelini likaNkulunkulu wami, futhi angeke esaya ngaphandle: futhi ngizobhala kuye igama likaNkulunkulu wami, negama lomuzi kaNkulunkulu wami, okuyiJerusalema elisha, elizovela ezulwini kuNkulunkulu wami: futhi ngizobe sengibhala kuye igama lami elisha" (IsAmbulo 3:12)

19.10.18

Isivunguvungu Esadaleka Ekhaya Ngodaba LwaseZhaoyuan Lomhla ka- 28 kuMeyi

u-Enhui, eChina
Ngingowesifazane ojwayelekile wasemakhaya, futhi ngangivame ukusindwa yimithwalo enzima yekhaya. Ngenxa yalokhu, omoya wami waba yinto enobudlova kakhulu, futhi mina nomyeni wami sasihlala sixabana nsuku zonke. Impilo yethu yayingakwazi ukuqhubeka ngalolo hlobo. 

6.3.18

Ingqikithi KaKristu Ukuthobela Intando KaBaba Osezulwini

UNkulunkulu osesimweni somuntu kuthiwa nguKristu, kanti uKristu uyinyama embethwe uMoya kaNkulunkulu. Le nyama ayifani nomuntu oyinyama. Lo mehluko wenziwa ukuthi uKristu akayena owenyama negazi kodwa usesimweni somuntu kaMoya. Unesimo sobuntu obujwayelekile nobunkulunkulu obuphelele.

9.2.18

Umsebenzi Nokungena (5)

Namuhla nonke niyazi ukuthi uNkulunkulu uholela abantu emgudwini ofanele wempilo, ukuthi uholela umuntu ekuthatheni isinyathelo esilandeleyo sokungena kwenye inkathi, ukuthi uhola umuntu ukuba aphume kule nkathi emnyama endala, aphume enyameni, asuke ekucindezelweni amandla obumnyama nethonya likaSathane, ukuze umuntu ngamunye aphile ezweni lenkululeko. 

29.12.17

UNkulunkulu Uqobo Lwakhe, Oyingqayizivele VIII

            UNkulunkulu Ungumthombo Wokuphila Kwazo Zonke Izinto (II)

Masiqhubekeni nesihloko sengxoxo sangesikhathi esidlule. Ningasikhumbula isihloko esasikhulume ngaso ngesikhathi esidlule? (UNkulunkulu ungumthombo wokuphila kwazo zonke izinto.) Isihloko esithi “uNkulunkulu ungumthombo wokuphila kwazo zonke izinto,” ingabe sizwakala sikude nani? 

18.12.17

Ingqikithi Yenyama Ehlalwe UNkulunkulu


 IBandla likaNkulunkulu uSomandla,UNkulunkulu uSomandla,Unyazi Iwasempumalanga
   
UNkulunkulu wokuqala owaba sesimweni somuntu waphila emhlabeni iminyaka engamashumi amathathu nantathu kanye nengxenye, nokho wenza inkonzo Yakhe iminyaka emithathu nengxenye yaleyo minyaka.

Isexwayiso sikaNkulunkulu Sifinyelela kuBantu BaseNineve

(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ubu...