Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uhlelo lukankulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula uhlelo lukankulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

7.12.18

70. Umsebenzi KaNkulunkulu Uhlakaniphe Kakhulu!

UShiji    Edolobheni LaseMa’anshan Esifundazweni saseAnhui
Ngesikhathi ngisebenza njengomholi ebandleni, umholi wami wayevame ukwabelana nathi ngezibonelo zokuhluleka kwabanye ukuze afundise thina isifundo. Isibonelo: Abanye abaholi babekhuluma kuphela ngezincwadi nezimfundiso kodwa behluleka ukubala okwabo ukonakala noma ukuxoxa mayelana nokuqonda kwabo ukuthi iqiniso lisebenza kanjani empilweni yangokoqobo. 

15.11.18

Ukuphakama Kombuso WamaNgisi Uqhuba Ukuthuthuka Kwesintu



South African Gospel Song "Ukuphakama Kombuso WamaNgisi Uqhuba Ukuthuthuka Kwesintu"
Yini eyadala ukuphakama koMbuso wamaNgisi owake wanedumela? Futhi yini eyaholela ekuweni kwawo? Buka isiqephu sebhayisikobho yobuKristu esithi Ukuphakama Kombuso WamaNgisi Uqhuba Ukuthuthuka Kwesintu ukuze uthole okwengeziwe ngeqhaza elibalulekile uMbuso wamaNgisi owalibamba ekuthuthukeni kwesintu.

6.10.18

Isingeniso

        Ngomhla kaFebhruwari 11, ngo-1991, uNkulunkulu wakhuluma izwi Lakhe lokuqala ebandleni elaba nomthelela omkhulu kuwo wonke umuntu ngamunye owayephila kuMoya oNgcwele ngaleso sikhathi. Leli zwi lathinta okulandelayo: “Indawo yokuhlala kaNkulunkulu ibonakele” nokuthi “Inhloko yezulu nomhlaba, uKristu wezinsuku zokugcina—uyiLanga elikhanyayo.”

6.3.18

Ingqikithi KaKristu Ukuthobela Intando KaBaba Osezulwini

UNkulunkulu osesimweni somuntu kuthiwa nguKristu, kanti uKristu uyinyama embethwe uMoya kaNkulunkulu. Le nyama ayifani nomuntu oyinyama. Lo mehluko wenziwa ukuthi uKristu akayena owenyama negazi kodwa usesimweni somuntu kaMoya. Unesimo sobuntu obujwayelekile nobunkulunkulu obuphelele.

22.2.18

Kumele Wazi Ukuthi Bonke Abantu Bathuthuke Kanjani Kuze Kufike Esikhathini Samanje

uhlelo lukankulunkulu, umsebenzi kaNkulunkulu, umthombo wokuphila,
Wonke umsebenzi kule minyaka eyizi-6,000 uye ngokushintsha kancane kancane ngokuhambisana nesikhathi. Ushintsho kulo msebenzi lwenzeke ngokuhambisana nesimo somhlaba wonke.

9.2.18

Umsebenzi Nokungena (6)

Umsebenzi nokungena kuyizinto ezizuzwa ngokoqobo futhi eziqondiswe emsebenzini kaNkulunkulu nasekungeneni komuntu. Umuntu akabuqondisisi ubuso bukaNkulunkulu bangempela nomsebenzi kaNkulunkulu olethe ubunzima obukhulu ekungeneni kwakhe. 

31.1.18

Ekupheleni

Nakuba lawa mazwi kungewona wonke kaNkulunkulu, anele kubantu ukuzuza izinjongo zokwazi uNkulunkulu kanye noguquko esimilweni. Mhlawumbe kunabathile abacabanga ukuthi umsebenzi kaNkulunkulu ezweni laseShayina sewaphela, lokhu kufakazela ukuthi Yena uqedile ukusho wonke amagama okwakufanele awasho, futhi akasenawo amanye amagama amasha ngoba lawa ukuphela kwamagama uNkulunkulu angawasho. 

6.1.18

Izwi Lamashumi Amane Nambili

        Masinya lapho kuqala umsebenzi omusha, bonke abantu bangena kabusha, baqhubeka kanye Nami sibambene ngezandla, sihamba emgwaqweni obanzi wasembusweni sindawonye, kukhona futhi ukusondelana phakathi komuntu Nami. Ukukhombisa imizwa Yami, ukuveza isimo Sami sengqondo kumuntu, ngikhulumile njalo-njalo nomuntu. Ingxenye yala mazwi, nokho, kungenzeka ibalimaze abantu, nakuba amanye awo angase abe usizo olukhulu kubo, ngakho ngineseluleko kubantu ukuba balalelisise lokho okuvela emlonyeni Wami.

24.12.17

Ekupheleni

Nakuba lawa mazwi kungewona wonke kaNkulunkulu, anele kubantu ukuzuza izinjongo zokwazi uNkulunkulu kanye noguquko esimilweni. Mhlawumbe kunabathile abacabanga ukuthi umsebenzi kaNkulunkulu ezweni laseShayina sewaphela, lokhu kufakazela ukuthi Yena uqedile ukusho wonke amagama okwakufanele awasho, futhi akasenawo amanye amagama amasha ngoba lawa ukuphela kwamagama uNkulunkulu angawasho. 

22.12.17

Ukwazi UNkulunkulu Kuyindlela Eya Ekumesabeni UNkulunkulu Nokudeda Kokubi

        Ngamunye wenu kumele nihlole kabusha ukuphila kwenu kokukholelwa kuNkulunkulu ukuze nibone ukuthi, ekulandeleni uNkulunkulu, nikuqondisisile ngempela yini, nokuthi nifinyelele yini ekumazini ngeqiniso uNkulunkulu, nokuthi ingabe nisazi ngempela yini isimo somqondo sikaNkulunkulu ngezinhlobo ezahlukene zabantu, kanye nokuthi ingabe nikuqonda ngempela yini lokho uNkulunkulu akwenzayo kini nanokuthi ingabe uNkulunkulu uzibheka kanjani zonke izenzo zenu.

23.11.17

Imfihlakalo Yokuba Senyameni (1)

        ENkathini Yomusa, uJohane walungiselela uJesu indlela. Wayengeke akwazi ukwenza umsebenzi kaNkulunkulu uqobo futhi wamane wafeza umsebenzi womuntu. Nakuba uJohane alungisela iNkosi indlela, wayengeke amele uNkulunkulu; wayengumuntu nje kuphela owayesetshenziswa uMoya oNgcwele.

Isexwayiso sikaNkulunkulu Sifinyelela kuBantu BaseNineve

(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ubu...