Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula umhlengi. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula umhlengi. Bonisa konke okuthunyelwe

28.1.18

Ihubo Lalokho Obhekane Nakho Empilweni Ingoma Yothando Olumnandi


 
I
Ekujuleni kwenhliziyo yami, kukhona uthando lwaKho.
Lumnandi kakhulu, ngisondela Kuwe.
Ukunakekela Wena kwenza kube mnandi enhliziyweni yami;
ukukhonza Wena ngayo yonke ingqondo yami.

26.12.17

Inkinga Enkulu: Ukukhaphela (2)

Imvelo yomuntu yehluke ngokuphelele ebuntwini Bami; lokhu kungenxa yokuthi imvelo yomuntu eyonakele ivela kuSathane ngokuphelele nemvelo yomuntu yenziwe futhi yonakaliswa uSathane. Okuwukuthi, umuntu uphila ngaphansi kwethonya elibi kanye nobubi bayo.

Isexwayiso sikaNkulunkulu Sifinyelela kuBantu BaseNineve

(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ubu...