Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula umthandazo. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula umthandazo. Bonisa konke okuthunyelwe
17.8.19
Isexwayiso sikaNkulunkulu Sifinyelela kuBantu BaseNineve
(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ububi balo benyukele ebusweni bami.
8.12.18
"Ukubaluleka Komthandazo" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
South African Gospel Song "Ukubaluleka Komthandazo" Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
I
Umthandazo ungenye yezindlela umuntu asebenzisana ngazo noNkulunkulu,
ukubiza uMoya Wakhe kanye nokuthintwa nguNkulunkulu.
Uma uthandaza ngokwengeziwe, uyothintwa, ukhanyiselwe futhi uqine emqondweni ngokwengeziwe.
Abantu abanjalo bangapheleliswa masinyane.
Uma uthandaza ngokwengeziwe, uyothintwa, ukhanyiselwe futhi uqine emqondweni ngokwengeziwe
6.12.18
68. Kubaluleke Kakhulu Ukulalela Umsebenzi KaMoya ONgcwele!
UXiaowei Edolobheni laseShanghai
Esikhathi esithile esadlula, yize noma njalo ngangithola intshisekelo kanye nomhlomulo lapho udade engangisebenza naye abelana nami ukukhanyiseleka akutholile ngenkathi edla futhi ephuza izwi likaNkulunkulu, ngangiphinde futhi njalo ngibe nomuzwa wokuthi uyabukisa.
25.11.18
13. Ukuqonda intando kaNkulunkulu phakathi kobunzima
UXiao Rui wasedolobheni iPanzhihua, isifundazwe saseSichuan
Lapho ngishumayela ivangeli ngahlangana nabaholi ababengenasineke ebeletha ubufakazi bamanga ukuba balwe baphazamise babize namaphoyisa. Lokhu kwaholela ekutheni labo ebengishumayela kubo bangazihluphi ukuba beze baxhumane nathi, nalabo ebebeqeda ukwamukela ivangeli bengakwazi ukuba nesibindi emsebenzini kaNkulunkulu. Lapho ngisebenza kanzima kepha imiphumela ingemihle, ngacabanga: Umsebenzi wevangeli unzima ukuwenza.
27.10.18
8. Kungani abantu abakholwa kuNkulunkulu kufanele bathandaze, bahlangane, futhi bafunde izwi likaNkulunkulu ukuze bathole ukuphila okusha?
Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:
Umthandazo enye yezindlela umuntu asebenzisana ngazo noNkulunkulu, yindlela umuntu abiza ngayo uNkulunkulu, futhi yinqubo umuntu athintwa ngayo uMoya kaNkulunkulu. Kungashiwo ukuthi labo abangenawo umthandazo ngabafile emoyeni, ubufakazi bokuthi abanazo izindlela zokuthintwa uNkulunkulu.
17.9.18
South African Gospel Song “Ukubaluleka Komthandazo” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
South African Gospel Song “Ukubaluleka Komthandazo” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
I
Umthandazo ungenye yezindlela umuntu asebenzisana ngazo noNkulunkulu,
ukubiza uMoya Wakhe kanye nokuthintwa nguNkulunkulu.
Uma uthandaza ngokwengeziwe, uyothintwa, ukhanyiselwe futhi uqine emqondweni ngokwengeziwe.
Abantu abanjalo bangapheleliswa masinyane.
Uma uthandaza ngokwengeziwe, uyothintwa, ukhanyiselwe futhi uqine emqondweni ngokwengeziwe.Abantu abanjalo bangapheleliswa masinyane.
9.9.18
10. Kungani kungokubhekana kanye nokuthobela umsebenzi kaNkulunkulu esimweni somuntu ukuba umuntu azi uNkulunkulu?
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Futhi uLizwi waba inyama, wahlala phakathi kwethu, (futhi sabona inkazimulo yakhe, inkazimulo njengeyozelwe yedwa kuYise,) egcwele umusa neqiniso” (Johane 1:14).
5.9.18
Indlela Yokungena Esimweni Esijwayelekile
Lapho abantu beqhubeka bamukela amazwi kaNkulunkulu, yilapho bekhanyiseleka kakhulu futhi yilapho beqhubeka befuna ulwazi lukaNkulunkulu ngokulambela nokomela ukulunga. Yilabo abemukela amazwi kaNkulunkulu kuphela abakwazi ukwazi izinto ezijulile nezicebile; yibo kuphela abanokuphila okuqhakaza ngisho nakakhulu.
16.8.18
Yazi Umsebenzi Wakamuva KaNkulunkulu Bese Ulandela Ezinyathelweni ZikaNkulunkulu
Manje sekumele niphokophelele ukuba abantu bakaNkulunkulu, bese niqala ukungena ngokuphelele endleleni eyiyo. Ukuba ngabantu bakaNkulunkulu kusho ukungena eNkathini YoMbuso.
30.1.18
Ihubo Lalokho Obhekane Nakho Empilweni Sithandwa Sami, Ngicela Ungilinde
1
Ngaphezu kwezihlahla, kweqe inyanga enokuthula.
Njengesithandwa sami, esilungile nesihle.
O sithandwa sami, uKuphi?
Manje ngiyakhala.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)
Isexwayiso sikaNkulunkulu Sifinyelela kuBantu BaseNineve
(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ubu...