Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula amaculo okudumisa. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula amaculo okudumisa. Bonisa konke okuthunyelwe
23.10.18
South African Gospel Song "Zonke Izinto Ziphila Ngemigomo Nemithetho Ebekwe NguNkulunkulu"
South African Gospel Song "Zonke Izinto Ziphila Ngemigomo Nemithetho Ebekwe NguNkulunkulu"
1
Iminyaka eyizinkulungwane eziningi idlulile,
futhi isintu sisathokozela ukukhanya nomoya onikwe nguNkulunkulu,
sisaphefumula umphefumulo okhishwe nguNkulunkulu uqobo Lwakhe,
sisathokozela izimbali, izinyoni, izinhlanzi kanye nezinambuzane ezidalwe nguNkulunkulu,
futhi sithokozela zonke izinto ezinikezwe nguNkulunkulu;
30.1.18
Ukube Angisindiswanga uNkulunkulu
I
Ukube angisindiswanga uNkulunkulu,
ngabe ngisaqhubeka nokukhukhuleka nale lizwe,
ngilwa kanzima nakabuhlungu esonweni;
usuku nosuku ngifiphazeke futhi ngingenathemba.
Ukube angisindiswanga uNkulunkulu,
29.1.18
Kulowo Abantu Okumele Bamphilele
I
Bekungacacile ukuthi abantu kumele baphilele bani.
Manje sengiyitholile impendulo.
Bengijwayele ukuziphilela mina,
ngifuna kuphela isithunzi nodumo.
Ukuthandaza kuNkulunkulu kugcwalise amazwi amahle,
kuyilapho ngibambelele endleleni yami yokuphila yangempela.
Ukholo olusekelwe ekusaseni nasekudalelweni,
anginalo iqiniso noma ubuqiniso.
Amasiko nemithetho, aminyanisa ukholo lwami;
ngishiywe ngingenalutho.
Ngehlulekile ukuphila njengomuntu,
angilufanelekele uthando lukaNkulunkulu.
4.12.17
South African Christian Song 2018 "UNkulunkulu kuphela onendlela yokuphila"
South African Gospel Song “UNkulunkulu kuphela onendlela yokuphila”
Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu "UNkulunkulu kuphela onendlela yokuphila"
I
Akuyena wonke umuntu onendlela yokuphila;
Akuyona into noma ubani angayithola kalula.
Ngokuba ukuphila kuvela kuNkulunkulu kuphela,
UNkulunkulu kuphela onomongo wokuphila,
UNkulunkulu kuphela onendlela yokuphila.
Ngakho-ke uNkulunkulu kuphela ongumthombo wokuphila,
nomthombo ogeleza njalo wamanzi okuphila empilo.
Kusukela kudalwa umhlaba uNkulunkulu usenze umsebenzi omkhulu
ohlanganisa amandla okuphila aletha ukuphila kumuntu;
Ukhokhele umuntu inani eliphezulu ukuze azuze ukuphila.
Ngokuba uNkulunkulu uqobo Lwakhe ungukuphila okuphakade;
Uyindlela yokuthi umuntu athole ukuvuswa.
3.12.17
Kuyinjabulo Ukuba Umuntu Oqotho
Ukuqonda iqiniso kukhulula umoya womuntu kumenze ajabule.
Iqiniso lelo!
Ngigcwele ukuzethemba ezwini likaNkulunkulu futhi anginakho ukungabaza.
Singaba kanjani nokungabaza?
Anginakho ukuphika, angihlehli emuva, angiphelelwa yithemba.
Buka!
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)
Isexwayiso sikaNkulunkulu Sifinyelela kuBantu BaseNineve
(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ubu...