Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukulalela uNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukulalela uNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

29.10.18

13. Sikholwa ukuthi lapho iNkosi ibuya, umuntu uyoguqulelwa emzimbeni ongcwele ngokuphazima kweso, ngakho kungani ezinsukwini zokugcina uNkulunkulu kufanele enze umsebenzi wokwahlulela nokuhlanza?

        Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:

        Emsebenzini Wakhe wokugcina wokuphetha inkathi, isimo sikaNkulunkulu singesokusola nokwahlulela, embula kukho konke okuwukungalungi, ukuze ahlulele obala bonke abantu futhi aphelelise labo abamthanda ngenhliziyo eqotho. Yisimo esinjalo kuphela esingaphothula le nkathi. Izinsuku zokugcina sezifikile. 

27.11.17

UNkulunkulu Nomuntu Bayongena Ndawonye Ekuphumuleni

ukulalela uNkulunkulu,umthombo wokuphila

Ekuqaleni, uNkulunkulu wayephumule. Ngaleso sikhathi kwakungekho bantu noma kungekho nanoma yini enye emhlabeni, futhi awukho umsebenzi uNkulunkulu ayesewenzile. Umsebenzi kaNkulunkulu wokuqondisa wawuqala ngesikhathi kuba khona abantu nangesikhathi abantu bonakaliswa.

Isexwayiso sikaNkulunkulu Sifinyelela kuBantu BaseNineve

(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ubu...