Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukwazi uNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukwazi uNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

24.11.18

Ukuzibuyiselela Kwangempela

 UZhou Li      Edolobheni LaseXintai, Esifundazweni iShandong
Kudala, sasidinga ukuhlukanisa izifunda endaweni yethu, kodwa ngokwemigomo yethu yokuhlungwa kwabaholi, kwakunomfo owayebukeka ekulungele kangcono ukuthatha isikhundla.

20.10.18

Ngathola Ukukhanya Kweqiniso

UQiuhe  eJapan
Ngazalelwa emndenini wamaKhatholika. Kusukela ebuncaneni bami, bengihamba Imisa esontweni nomkhulu nogogo. Ngenxa yomthelela wendawo yangakithi nokukholwa kwami uNkulunkulu, ngifundile ukusho amavesi amaningi nokwenza imikhuba ehlukahlukene.

12.10.18

Indlela Engacishe Ngaba Ngayo Yintombi Eyisiwula

ULi Fang, EChina 
Ngokwindla wango-2002, uDadewethu uZhao ovela ehlelweni lami, iBandla Leqiniso, waletha umshana wakhe, uDadewethu uWang, ekhaya lami ukuzongitshela izindaba ezinhle zokuthi iNkosi yase ibuyile. Ngemva kwezinsuku ezimbalwa zokufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla nokulalela ukuhlanganyela okuchaza kahle kukadadewethu, ngaqonda kahle ukuthi kusukela ekudalweni kwezwe kuze kube manje uNkulunkulu wenze izigaba ezintathu zomsebenzi ukuze asindise isintu.

14.1.18

Ukuthanda uNkulunkulu kuphela Okuwukukholwa kuNkulunkulu Ngeqiniso

       Namhlanje, njengoba ufuna ukuthanda nokwazi uNkulunkulu, kolunye uhlangothi, kufanele ubekezelele ubunzima kanye nokucwengwa, futhi kolunye, kumele ukhokhe inani. Asikho isifundo esibaluleke ukwedlula isifundo sokuthanda uNkulunkulu, futhi kungathiwa isifundo abantu abasifundayo esikhathini sabo sonke sokuphila bekholwa ukuthi ungamthanda kanjani uNkulunkulu.

27.11.17

UNkulunkulu Nomuntu Bayongena Ndawonye Ekuphumuleni

ukulalela uNkulunkulu,umthombo wokuphila

Ekuqaleni, uNkulunkulu wayephumule. Ngaleso sikhathi kwakungekho bantu noma kungekho nanoma yini enye emhlabeni, futhi awukho umsebenzi uNkulunkulu ayesewenzile. Umsebenzi kaNkulunkulu wokuqondisa wawuqala ngesikhathi kuba khona abantu nangesikhathi abantu bonakaliswa.

Isexwayiso sikaNkulunkulu Sifinyelela kuBantu BaseNineve

(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ubu...