17.8.19

Isexwayiso sikaNkulunkulu Sifinyelela kuBantu BaseNineve

(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ububi balo benyukele ebusweni bami.

(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ububi balo benyukele ebusweni bami.

10.8.19

Ulaka LukaNkulunkulu Lungokokulonda Wonke Amandla Okulunga Kanye Nezinto Ezinhle Zonke

Ngokuqonda lezi zibonelo zenkulumo kaNkulunkulu, imicabango nezenzo, uyakwazi yini ukuqonda isimo sikaNkulunkulu esilungile, isimo esingeke sanengeka? Ekugcineni, lena ingxenye yesimo esiyingqayizivele kuNkulunkulu Uqobo Lwakhe, akukhathaliseki ukuthi umuntu uqonda kangakanani. Ukungabekezelelani nesinengiso kukaNkulunkulu kungubukhona Bakhe obukhethekile;

2.8.19

Nakuba Ulaka LukaNkulunkulu Lucashile Futhi Lungaziwa Umuntu, Alukumeli Ukoniwa

Impatho kaNkulunkulu yesintu esinobuwula nokungabi nalwazi sisonke, isekelwe isihe nokubekezelela. Ulaka Lwakhe, ngakolunye uhlangothi, lufihlekile esikhathini nasezintweni eziningi; alwaziwa umuntu.

24.7.19

Emuva Kokuphindelela KweSodoma Limelana Naye Futhi Limzonda, UNkulunkulu Uyalibhubhisa Uyayiqeda Nya

Uma sesinokuqonda nokho isimo esilungileyo sikaNkulunkulu, singabuyisa umqondo sibheke umuzi waseSodoma lokho uNkulunkulu akubona njengomuzi wesono. Ngokuqonda ingqikithi yalo muzi, singaqonda ukuthi kungani uNkulunkulu ayefuna ukuwubhubhisa nokuthi kungani wawubhubhisa wawuqeda nya. Ngalokhu, singafika ekwazini isimo sikaNkulunkulu esilungile.

18.7.19

ISodoma Iyaqothulwa Ngokuvusa Intukuthelo KaJehova

Uma abantu baseSodoma bebona lezi zinceku ezimbili, abazange babuze isizathu sokufika kwazo, futhi akekho nowabuza ukuthi ingabe babefike ukuzosabalalisa intando kaNkulunkulu na?

7.7.19

Ukubhubhiswa kweSodoma nguNkulunkulu

       (UGenesise 18:26) Futhi iNKOSI yathi, Uma eSodoma ngithola abangamashumi amahlanu abalungileyo ngaphakathi kwedolobha, khona-ke ngizohawukela yonke le ndawo ngenxa yabo.

2.7.19

Isibusiso SikaNkulunkulu Ku-Abrahama

(UGenesise 22:16-18) Ngizifungile mina uqobo, kusho iNKOSI, ngenxa yokuthi ukwenzile lokhu, futhi ungayigodlanga indodana yakho, indodana yakho okuwukuphela kwayo: Ngiyakukubusisa nokukubusisa, futhi ngandise nokwandisa inzalo yakho ibe njengezinkanyezi zezulu, nanjengesihlabathi sasogwini lolwandle; futhi inzalo yakho iyothatha isango lezitha zayo; Futhi ngenzalo yakho zonke izizwe zomhlaba zizobusiswa, ngokuba ulilalele izwi lami.

(UGenesise 22:16-18) Ngizifungile mina uqobo, kusho iNKOSI, ngenxa yokuthi ukwenzile lokhu, futhi ungayigodlanga indodana yakho, indodana yakho okuwukuphela kwayo: Ngiyakukubusisa nokukubusisa, futhi ngandise nokwandisa inzalo yakho ibe njengezinkanyezi zezulu, nanjengesihlabathi sasogwini lolwandle; futhi inzalo yakho iyothatha isango lezitha zayo; Futhi ngenzalo yakho zonke izizwe zomhlaba zizobusiswa, ngokuba ulilalele izwi lami.

27.6.19

UNkulunkulu Uyalela U-Abrahama Ukuba Anikele Ngo-Isaka

Ngokunika u-Abrahama indodana, amazwi uNkulunkulu ayewakhulume ku-Abrahama agcwaliseka.

Ngokunika u-Abrahama indodana, amazwi uNkulunkulu ayewakhulume ku-Abrahama agcwaliseka. Lokho akusho ukuthi icebo likaNkulunkulu laphelela lapha; ngokuphambene, icebo elimangalisayo likaNkulunkulu lokuqondisa nensindiso yesintu kwakusanda kuqala, futhi isibusiso Sakhe sendodana asinika u-Abrahama sasiyisiqalo sawo wonke umsebenzi Wakhe wecebo lokuqondisa. Ngaleso sikhathi, ubani owayazi ukuthi impi kaNkulunkulu noSathane yayisanda kuqala ngesikhathi u-Abrahama enikela ngo-Isaka?

22.6.19

UNkulunkulu Uthembisa Ukunika U-Abrahama Indodana

1. UNkulunkulu Uthembisa Ukunika U-Abrahama Indodana

(UGenesise 17:15-17) Futhi uNkulunkulu wathi ku-Abrahama, NgoSarayi umkakho, ungabe usambiza ngokuthi uSarayi, kodwa igama lakhe sekuzoba uSara. Futhi ngizombusisa, bese ngikunika indodana okungeyakhe naye: yebo, ngizombusisa, futhi kumele abe umama wezizwe; amakhosi abantu ayophuma kuye. U-Abrahama wabe esewa ngobuso, futhi wahleka, futhi wathi enhliziyweni yakhe, Ingabe oneminyaka eyikhulu ubudala angazalelwa umntwana? noSara, oneminyaka engamashumi ayisishiyagalolunye ubudala, angazala?

18.6.19

UNkulunkulu Wenza Uthingo Njengophawu Lwesivumelwano Sakhe Nabantu

(UGenesise 9:11-13) Futhi ngizomisa isivumelwano sami nawe, ayisekho inyama eyophinda ibhujiswe ngamanzi kazamcolo;

        (UGenesise 9:11-13) Futhi ngizomisa isivumelwano sami nawe, ayisekho inyama eyophinda ibhujiswe ngamanzi kazamcolo; akasayikuza uzamcolo ukubhubhisa umhlaba. Futhi uNkulunkulu wathi, Lokhu kuwuphawu lwesivumelwano engisenza phakathi kwami nani nazo zonke izilwane eziphilayo ezinani, izizukulwane ngezizukulwane zaphakade: Ngiyamisa uthingo lwami emafwini, futhi luyakuba uphawu lwesivumelwano phakathi kwami nomhlaba.

13.6.19

Izibusiso UNkulunkulu Azipha UNowa Ngemva KukaZamcolo

      (UGenesise 9:1-6) Futhi uNkulunkulu wambusisa uNowa kanye namadodana akhe, futhi wathi kubo, Zalani, bese nanda, futhi nigcwale umhlaba. Futhi uvalo nokwesaba kwenu kuzakuba phezu kwezilwane zonke zomhlaba, naphezu kwazo zonke izinyoni zezulu, naphezu kwakho konke okunwabuzelayo emhlabeni, naphezu kwazo zonke izinhlanzi zolwandle;

10.6.19

UNkulunkulu Uhlose Ukubhubhisa Izwe NgoZamcolo, Uyala UNowa Ukuba Akhe Umkhumbi

(UGenesise 6:9-14) Lezi izizukulwane zikaNowa: UNowa wayengumuntu olungile nongasoleki esizukulwaneni sakhe, futhi uNowa wayehamba noNkulunkulu.

(UGenesise 6:9-14) Lezi izizukulwane zikaNowa: UNowa wayengumuntu olungile nongasoleki esizukulwaneni sakhe, futhi uNowa wayehamba noNkulunkulu.

6.6.19

III.INKOSI uNkulunkulu yabenzela u-Adamu nomkakhe iziphuku zesikhumba, futhi wabambathisa.

(UGenesise 3:20-21) Futhi u-Adamu wamqamba umkakhe igama lokuthi u-Eva; ngokuba wayengunina wabo bonke abaphilayo. INKOSI uNkulunkulu yabenzela u-Adamu nomkakhe iziphuku zesikhumba, futhi wabambathisa.

         (UGenesise 3:20-21) Futhi u-Adamu wamqamba umkakhe igama lokuthi u-Eva; ngokuba wayengunina wabo bonke abaphilayo. INKOSI uNkulunkulu yabenzela u-Adamu nomkakhe iziphuku zesikhumba, futhi wabambathisa.

3.6.19

II.UNkulunkulu Udala U-Eva

 uthando lukaNkulunkulu,

(UGenesise 2:18-20) Futhi INKOSI uNkulunkulu yathi, Akukuhle ukuba umuntu ahlale ngayedwa; ngizakumenzela umsizi omfanele. Futhi INKOSI uNkulunkulu yabumba ngalowo mhlabathi zonke izilwane zasendle, nezinyoni zonke zezulu;

30.5.19

I. Umyalo KaNkulunkulu Ku-Adamu

(UGenesise 2:15-17) INKOSI uNkulunkulu yase imthatha umuntu, yambeka ensimini yase-Edene ukuba ayilime futhi ayinakekele.

         (UGenesise 2:15-17) INKOSI uNkulunkulu yase imthatha umuntu, yambeka ensimini yase-Edene ukuba ayilime futhi ayinakekele. Futhi iNKOSI uNkulunkulu yamyala umuntu, yathi, Kuyo yonke imithi yensimu ungadla ngokuthanda kwakho: Kepha kuwo umuthi wokwazi okuhle nokubi, ungadli: ngoba ngosuku oyodla ngalo kuwo uyakufa nokufa.

27.5.19

Ngaphansi Kwegunya lo Mdali, Zonke Izinto Ziphelelisiwe

Zonke izinto ezidalwe nguNkulunkulu

         Zonke izinto ezidalwe nguNkulunkulu, kuhlanganiswe lezo ezazikwazi ukunyakaza nalezo ezazingakwazi ukunyakaza, njengezinyoni nezinhlanzi, njengemithi nezimbali, futhi kuhlanganiswe nemfuyo, izilokazana, kanye nezilwane zasendle ezenziwa ngosuku lwesithupha—zonke zazizinhle kuNkulunkulu,

24.5.19

Ngosuku Lwesithupha, UMdali Uyakhuluma Futhi Uhlobo Ngalunye Lwezidalwa Eziphilayo Engqondweni Yakhe, Luyavela, Olunye Emva Kolunye

Ngokungabonakali, umsebenzi woMdali wokwenza zonke izinto wawukade uqhubeka izinsuku eziyisihlanu, okwathi ngokushesha emuva kwazo, uMdali wemukela usuku lwesithupha lokudala zonke izinto. Lolu suku lwabe lungesinye isiqalo esisha, nolunye usuku olumangalisayo. Labe liyini-ke icebo lomdali ngalobu busuku obandulela usuku olusha? Ingabe yiziphi izidalwa ezintsha ayezozidala, wabe ezodala? Lalela, lelo yiphimbo loMdali….

20.5.19

Ngosuku Lwesihlanu, Ukuphila Okuyizimo Eziningi Nezahlukehlukene Kuveza Igunya LoMdali Ngezindlela Ezehlukene

      UmBhalo uthi, “Futhi uNkulunkulu wathi, Amanzi mawagcwale uswebezane lwezilwane eziphilayo, kanye nezinyoni ezizondiza phezu komhlaba emkhathini wezulu. UNkulunkulu wase edala imikhomo emikhulu, nazo zonke izilwane eziphilayo ezihambayo, ezavezwa amanzi ngokugcwala kwazo, ngokwezinhlobo zazo, nezinyoni zonke ezinamaphiko ngohlobo lwazo:

18.5.19

Ngosuku Lwesine, Izinkathi, Izinsuku, Kanye Neminyaka Yesintu Iyavela Lapho UNkulunkulu Esebenzisa Igunya Lakhe Futhi

UMdali wasebenzisa amazwi Akhe ukufeza uhlelo Lwakhe, futhi ngale ndlela wedlulisa izinsuku ezintathu zohlelo Lwakhe.

UMdali wasebenzisa amazwi Akhe ukufeza uhlelo Lwakhe, futhi ngale ndlela wedlulisa izinsuku ezintathu zohlelo Lwakhe. Kulezi zinsuku ezintathu, uNkulunkulu akazange abonakale ezikhandla, noma ezikhathaza; esikhundleni salokho, wachitha izinsuku ezintathu ezinhle kakhulu zohlelo Lwakhe, futhi wenza umsebenzi omkhulu kakhulu wokuguqulwa komhlaba kakhulu impela. Umhlaba omusha sha wavela ngaphambi kwamehlo Akhe, futhi isiqeshana ngesiqeshana, umfanekiso omuhle owawukade uvaleleke emicabangweni Yakhe wembulwa ekugcineni emazwini kaNkulunkulu. Ukuvela kwento entsha ngayinye kwakungathi ukuzalwa komntwana, futhi uMdali wathokozela umfanekiso owawukade usemicabangweni Yakhe, kodwa owawusuphiwe ukuphila. Ngalesi sikhathi inhliziyo Yakhe yathola ukwaneliseka okukhulu, kodwa uhlelo Lwakhe lwalusanda kuqala nje. Ngokuphazima kweso usuku olusha lwabe selufikile—futhi labe liyini ikhasi elilandelayo ohlelweni loMdali? Wathini? Futhi walisebenzisa kanjani igunya Lakhe? Futhi, ngasoleso sikhathi yiziphi izinto ezintsha ezafika kulo mhlaba omusha? Silandela ukuqondisa koMdali, amehlo ethu awela osukwini lwesine lokudala koMdali izinto zonke, usuku olwabe lungesinye isiqalo esisha. Vele, kuMdali, kwabe ngokungangabazeki kungolunye usuku olumangalisayo, nolunye usuku olubaluleke ngendlela emangalisayo esintwini sanamuhla. Kwabe, phela, kungusuku olunesigqi esingenakulinganiswa nalutho. Lwalumangalisa kanjani, lwalubaluleke kanjani, futhi lwalunokubaluleka okungenakulinganiswa kanjani? Asiqale silalele amazwi akhulunywa nguMdali….

Isexwayiso sikaNkulunkulu Sifinyelela kuBantu BaseNineve

(Jona 1:1-2) Izwi likaJehova lafika kuJona indodana ka-Amithayi, lathi: Suka uye eNineve, umuzi omkhulu, umemeze phezu kwalo, ngokuba ubu...